UThando
UJehova ulubonise ngaziphi izindlela uthando?
Jer 31:3; Joh 3:16; Rom 5:8; 1Jo 4:8, 19
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
Gen 1:1, 26-31; 2:8, 9, 15, 16—UJehova ngothando ulungiselela umhlaba nekhaya eliyipharadesi i-Edene, unikeza abantu inqwaba yezipho
Hu 104:27-30—Umhubi udumisa uJehova ngoba unakekela yonke into ephilayo ngothando
Singalubonisa kanjani uthando?
Joh 13:34, 35; 15:12, 13; 1Pe 4:8; 1Jo 4:10, 11; 5:3
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
Mat 22:36-39—UJesu uthi imiyalo emibili emikhulu kunayo yonke ukuthanda uNkulunkulu nokuthanda abanye abantu
1Ko 13:1-8—Umphostoli uPawulu uthi uthando lubalulekile, uphinde asitshele izindlela esingabonisa ngazo uthando