UMgqibelo
“[Ukubonisa] isibindi esikhulu nangokwengeziwe sokukhuluma izwi likaNkulunkulu ngokungesabi” —FILIPI 1:14
EKUSENI
-
9:20 Ividiyo Yomculo
-
9:30 INgoma No. 76 Nomthandazo
-
9:40 UCHUNGECHUNGE: Yiba Nesibindi
-
Yiba Umfundi WeBhayibheli Onesibindi (IzEnzo 8:35, 36; 13:48)
-
Yiba Omusha Onesibindi (IHubo 71:5; IzAga 2:11)
-
Yiba Ummemezeli Onesibindi (1 Thesalonika 2:2)
-
Yiba Umngane Womshado Onesibindi (Efesu 4:26, 27)
-
Yiba Umzali Onesibindi (1 Samuweli 17:55)
-
Yiba Iphayona Elinesibindi (1 AmaKhosi 17:6-8, 12, 16)
-
Yiba Umdala Webandla Onesibindi (IzEnzo 20:28-30)
-
Yiba Umuntu Osekhulile Onesibindi (Daniyeli 6:10, 11; 12:13)
-
-
10:50 INgoma No. 119 Nezaziso
-
11:00 UCHUNGECHUNGE: Lingisa Labo Abanesibindi Hhayi Amagwala!
-
UJoshuwa NoKalebi Hhayi Izikhulu Eziyishumi (Numeri 14:7-9)
-
UJayeli Hhayi AmaMerozi (AbaHluleli 5:23)
-
UMikhaya Hhayi Abaprofethi Bamanga (1 AmaKhosi 22:14)
-
UJeremiya Hhayi U-Urija (Jeremiya 26:21-23)
-
UPawulu Hhayi Umbusi Ocebile (Marku 10:21, 22)
-
-
11:45 INKULUMO YOBHAPATHIZO: “Asilona Uhlobo Oluhlehlela Emuva”! (Hebheru 10:35, 36, 39; 11:30, 32-34, 36; 1 Petru 5:10)
-
12:15 INgoma No. 38 Nekhefu
NTAMBAMA
-
1:35 Ividiyo Yomculo
-
1:45 INgoma No. 111
-
1:50 UCHUNGECHUNGE: Funda Ukuba Nesibindi Endalweni
-
Amabhubesi (Mika 5:8)
-
Amahhashi (Jobe 39:19-25)
-
Ochakide (IHubo 91:3, 13-15)
-
Ama-hummingbird (1 Petru 3:15)
-
Izindlovu (IzAga 17:17)
-
-
2:40 INgoma No. 60 Nezaziso
-
2:50 UCHUNGECHUNGE: Indlela Abafowethu Ababonisa Ngayo Isibindi . . .
-
E-Afrika (Mathewu 10:36-39)
-
E-Asia (Zakariya 2:8)
-
EYurophu (IsAmbulo 2:10)
-
ENyakatho Melika (Isaya 6:8)
-
E-Oceania (IHubo 94:14, 19)
-
ENingizimu Melika (IHubo 34:19)
-
-
4:15 Ukuba Nesibindi Akusho Ukuzethemba! (IzAga 3:5, 6; Isaya 25:9; Jeremiya 17:5-10; Johane 5:19)
-
4:50 INgoma No. 3 Nomthandazo Wokuphetha