Isimiso SoMhlangano Wesifunda ka-2017
Bona ukuthi usuku ngalunye lukuphatheleni ukuze ukwazi ukuqhubeka wenza okuhle futhi ukhuthazelele uvivinyo
ULwesihlanu
Yini engasiza amaKristu abe nezimfanelo ezizowasiza akhuthazele ebunzimeni?
UMgqibelo
UNkulunkulu uMninimandla Onke uyasisiza sikhuthazele futhi uyasiduduza. Kanjani?
ISonto
UJesu wathi: “Lowo oye wakhuthazela kwaze kwaba sekupheleni nguye oyosindiswa.” Yini ongayenza ukuze ulalele amazwi akhe?
Ukwaziswa Kwabeze Emhlanganweni
Ungase uthande ukuba khona emihlanganweni ekhethekile ezoba phakathi nesikhathi somhlangano. Ungafunda lana uma ufuna ukwazi mayelana nabalindi, abazobhapathizwa, ukunikela, usizo lokuqala, okulahlekile kwaphinde kwatholakala, indlela yokuhlala enkundleni noma uma ufuna ukusiza.