Dlulela kokuphakathi

ISIQEPHU 1

Ukukhanya Kweqiniso Kwezwe

Ukukhanya Kweqiniso Kwezwe

Ekuqaleni uLizwi wayenoNkulunkulu futhi wayewunkulunkulu (gnj 1 00:00–00:43)

ULizwi wasetshenziswa uNkulunkulu ekudaleni zonke ezinye izinto (gnj 1 00:44–01:00)

Ukuphila nokukhanya kwaba khona ngoLizwi (gnj 1 01:01–02:11)

Ubumnyama abukwazanga ukuhlula ukukhanya (gnj 1 02:12–03:59)

ULuka uchaza izimo ezenza wabhala ivangeli lakhe, elibhalela uTheyofilu (gnj 1 04:13–06:02)

UGabriyeli ubikezela ngokuzalwa kukaJohane uMbhapathizi (gnj 1 06:04–13:53)

UGabriyeli ubikezela ngokuzalwa kukaJesu (gnj 1 13:52–18:26)

UMariya uvakashela isihlobo sakhe u-Elizabethe (gnj 1 18:27–21:15)

UMariya udumisa (gnj 1 21:14–24:00)

Ukuzalwa kukaJohane nokuqanjwa kwakhe (gnj 1 24:01–27:17)

Isiprofetho sikaZakariya (gnj 1 27:15–30:56)

UMariya ukhulelwe ngomoya ongcwele; ukusabela kukaJosefa (gnj 1 30:58–35:29)

UJosefa noMariya baya eBetlehema; uJesu uyazalwa (gnj 1 35:30–39:53)

Izingelosi zibonakala kubelusi esigangeni (gnj 1 39:54–41:40)

Abelusi basondela emkhombeni (gnj 1 41:41–43:53)

UJesu bamethula kuJehova etempelini (gnj 1 43:56–45:02))

USimeyoni uthola ilungelo lokubona uKristu (gnj 1 45:04–48:50)

U-Ana ukhuluma ngomntwana (gnj 1 48:52–50:21)

Ukuvakasha kwababhula ngezinkanyezi netulo likaHerode lokubulala (gnj 1 50:25–55:52)

UJosefa uthatha uMariya noJesu babalekela eGibhithe (gnj 1 55:53–57:34)

UHerode ubulala abafana abancane eBetlehema nakuzo zonke izifunda zakhona (gnj 1 57:35–59:32)

Umndeni kaJesu uhlala eNazaretha (gnj 1 59:34–1:03:55)

UJesu oneminyaka engu-12 usethempelini (gnj 1 1:04:00–1:09:40)

UJesu ubuyela eNazaretha nabazali bakhe (gnj 1 1:09:41–1:10:27)

Ukukhanya kweqiniso kwase kuzofika ezweni (gnj 1 1:10:28–1:10:55)