INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli
Zijabulele izindaba ezingu-116 zeBhayibheli. Zinembile, kulula ukuzinemifanekiso emihle.
Isethulo
Izindaba zangempela ezithathelwe encwadini enkulu emhlabeni, iBhayibheli, zinikeza umlando kusukela ekudalweni kuye phambili.
INGXENYE 1
Ukusuka Endalweni Kuya KuZamcolo
INDABA 1
UNkulunkulu Wenza Izinto
The Indaba ekuGenesise yendalo iyaqondakala futhi iyamangaza—ngisho nasezinganeni.
INDABA 2
Insimu Enhle
NgokukaGenesise uNkulunkulu wenza insimu yase-Edene yaba indawo ekhathekile. UNkulunkulu ufuna umhlaba wonke ube njengale nsimu enhle.
INDABA 3
Abantu Bokuqala
UNkulunkulu wadala u-Adamu no-Eva wababeka ensimini yase-Edene. Babangabantu bokuqala abashadyo.
INDABA 4
Ukulahlekelwa Ikhaya Labo
Incwadi yeBhayibheli kaGenesise isitshela ukuthi ipharadesi langempela lalahleka kanjani.
INDABA 5
Ukuqala Kwempilo Enzima
Ngaphandle kwasensimini yase-Edene u-Adamu no-Eva babhekene nezinkinga eziningi. Ukube nje bamlalela uNkulunkulu ukuphila kwakuzoba mnandi kubo nezingane.
INDABA 6
Indodana Enhle, Nembi
The Indaba kaKhayini no-Abela njengoba ibhaliwe kuGenesise, isifundisa ngohlobo lwabantu okufanele sibe yilo—nesimo sengqondo okufanele sisishitshe kungaze kwephuze.
INDABA 7
Indoda Enesibindi
Isibonelo sika-Enoke sibonisa ukuthi ungekwenza okulungile, ngisho noma abantu ophila nabo benza izinto ezimbi.
INDABA 8
Imidondoshiya Emhlabeni
UGenesise isahluko 6 usitshela ngemidondoshiya elimaza abanye abantu. Leyo midondoshiya ibizwa ngamaNefili, yayizingane zezingelosi ezona zashiya ezulwini zahlala nabantu.
INDABA 9
UNowa Wakha UMkhumbi
UNowa nomdeni wakhe abasinda ngayo kuZamcolo ngoba balalela uNkulunkulu ngisho nalapho abanye bengalaleli.
INDABA 10
UZamcolo Omkhulu
People Abantu bahlela isixwayiso sikaNowa. Kodwa abahlekanga lapho imvula yehla ivela ezulwini! Funda indlela umkhumbi kaNowa owasindisa ngayo uNowa nomndeni wakhe nezilwane eziningi.
INGXENYE 2
UZamcolo Kuya Ekukhululweni EGibhithe
INDABA 12
Abantu Bakha Umbhoshongo
UNkulunkulu wayengajabule, isijeziso asikhipha sisasithinta nanamuhla.
INDABA 13
U-Abrahama—Umhlobo KaJehova
Kungani u-Abrahama ashiya ikhaya elinethezekile ukuze ayochitha ukuphila kwakhe konke ehlala emathendeni?
INDABA 14
UJehova Uvivinya U-Abrahama
Kungani uNkulunkulu acela u-Abrahama ukuba anikele ngendodana yakhe u-Isaka?
INDABA 15
UmkaLoti Wabheka Emuva
INDABA 16
U-Isaka Uthola Umfazi Omuhle
Yini eyenza uRebheka waba unkosikazi omuhle? Ubuhle bakhe noma okunye?
INDABA 17
Amawele Ayengafani
Uyise wabo wayemthanda kakhulu u-Esawu, uRebheka unina wayemthana kakhulu uJakobe.
INDABA 19
UJakobe Unomkhaya Omkhulu
Ingabe izizwe ezingu-12 zakwa-Israyeli zaqajwa ngamadodana kaJakobe angu-12?
INDABA 23
Amaphupho KaFaro
Kwakunokufana okukhona phakathi kwezinkomo ezingu-7 kanye nezikhwebu ezingu-7.
INDABA 24
UJosefa Uvivinya Abafowabo
Yini engamsiza ukuba azi ukuthi ingabe sebeshintshile yini kusukela isikhathi bemdayisa njengesigqila?
INDABA 25
Umkhaya Uthuthela EGibhithe
Kungani amalungu omndeni kaJakobe ebizwa ngokuthi ama-Israyeli kunokuba kuthiwe abakwaJakobe?
INDABA 26
UJobe Uthembekile KuJehova
UJobe walahlekelwa umnotho wakhe, impilo nazo zonke izingane zakhe. UNkulunkulu wayemjezisa yini uJobe?
INDABA 27
Inkosi Embi Ibusa IGibhithe
Kungani atshela abantu bakhe ukuba babulale wonke abantwana bama-Israyeli babafana?
INDABA 28
Ukusinda Komntwana UMose
Umama wakhe wazama ukubalekela umthetho wokuthi bonke abantwana babafana kumelwe babulawe.
INDABA 29
Okwenza UMose Wabaleka
UMose wayecabanga ukuthi wayesekulungele ukusindisa u-Israyeli lapho eneminyaka engu-40, kanti wayengakulungele.
INDABA 30
Isihlahla Esivuthayi
Ngokusebenzisa izimangaliso eziningi, uNkulunkulu utshela uMose isikhathi sesifikile ukuba uMose ahole ama-Israyeli ephume eGibhithe.
INDABA 32
Izishayo Eziyi-10
UNkulunkulu waletha izinhlekelele eziyishumi eGibhithe, ngenxa yokuthi umbusi waseGibhithe, uFaro, ngenkani wenqaba ukudedela ama-Israyeli ahambe.
INDABA 33
Ukuwela ULwandle Olubomvu
UMose uhlukanisa uLwandle Olubomvu ngamandla kaNkulunkulu, ama-Israyeli awela emhlabathini owomile.
INDABA 36
Ithole Legolide
Kungani abantu babengafuna ukukhonza isithombe esenziwe ngamacici ancibilikisiwe?
INDABA 38
Izinhloli Eziyi-12
Izinhloli eziyishumi zisho okunye kodwa ezimbili zisho okunye okuhlukile. Ama-Israyeli akholwa bani?
INDABA 39
Induku Ka-Aroni Inezimbali
Kungenzeka kanjani ukuba induku ikhiqize izimbali, imile nezithelo ezivuthiwe ngobusuku obubodwa?
INDABA 43
UJoshuwa Uba Ngumholi
Njengoba uMose ayesenamandla, kungani kwabe sekukhethwa uJoshuwa ukuba ahole?
INDABA 44
URahabi Ufihla Izinhloli
URahabi uwasiza kanjani amadoda amabili, futhi iluphi usizo uRahabi alucelayo?
INDABA 49
Ilanga Liyama
UJehova wenzela uJoshuwa into angakaze ayenze ngaphambili futhi angazange aphinde ayenza.
INDABA 50
Abesifazane Abanesindi
UBharaki uhola ibutho lama-Israyeli empini, ngakho kungani kunguJayeli othola udumo?
INDABA 52
UGideyoni Namadoda Awu-300
UNkulunkulu wakhetha amalungu aleli butho elincane esebenzisa uhlobo lovivinyo olungavamile lokuphuza amanzi.
INDABA 53
Isithembiso SikaJefta
Isithembiso ayesenze kuJehova asithintanga yena kuphela kodwa nendodakazi yakhe.
INDABA 55
Umfanyana Ukhonza UJehova
UNkulunkulu usebenzisa uSamuweli osemusha ukuba ahambise umyalezo obuhlungu kumPristi Ophakeme u-Eli.
INDABA 56
USawule—Inkosi Yokuqala Kwa-Israyeli
Njengoba uNkulunkulu aqale akhetha uSawule kamuva waphinde wamlahla, uSawule angasifundisa isifundo esibalulekile.
INDABA 57
UNkulunkulu Ukhetha UDavide
Yini le uNkulunkulu ayibona kuDavide, umprofethi uSamuweli angayiboni?
INDABA 58
UDavide NoGoliyati
UDavide walwa noGoliyati, hhayi nje kuphela ngendwayimane kodwa ngesikhali esinamandla amakhulu.
INDABA 59
Okwenza UDavide Abaleke
Ekuqaleni uSawule wayemthanda uDavide kodwa kamuva waba nomhawu waze wafisa ngisho nokumbulala. Kungani?
INDABA 60
U-Abhigayili NoDavide
U-Abhigayili ubiza umyeni wakhe ngesiphukuphuku, kodwa lokho kuyamsindisa—okwesikhashana.
INDABA 61
UDavide Uba Inkosi
UDavide uyabonisa ukuthi uyakufanelekela ukuba inkosi yakwa-Israyeli kokubili ngalokho akwenzayo kanye nalokho enqaba ukukwenza.
INDABA 62
Umuzi KaDavide Enkathazweni
Ngephutha elilodwa nje, uDavide wenza yena nomndeni wakhe babhekane nezinsizi iminyaka eminingi.
INDABA 64
USolomoni Wakha Ithempeli
Nakuba uSolomoni ayehlakaniphe kakhulu, wayengelwa ukuba enze into ewubuwula nengafanele.
INDABA 65
Umbuso Uyehlukana
Ngemva nje kokuba uJerobowamu eqale ukubusa, wenza abantu ukuba baphule umthetho kaNkulunkulu.
INDABA 67
UJehoshafati Wethemba Inkosi
Kungani ibutho lingaya empini liholwa abahlabeleli abangahlomile?
INDABA 69
Intombazane Isiza Induna
Waba nesibindi sokukhuluma, lokho kwaphumela ekwenziweni kwesimangaliso.
INDABA 70
UJona Nenhlanzi Enkulu
UJona ufunda isifundo esibalulekile sokwenza lokho uJehova akushoyo.
INDABA 71
UJehova Uthembisa Ipharadesi
Ipharadesi lokuqala lalilincane; leli lizogcwala umhlaba wonke.
INDABA 72
UJehova Usiza UHezekiya
Ngobusuku obubodwa ingelosi yabulala amasosha ase-Asiriya angu-185,000.
INDABA 73
Inkosi Yokugcina Enhle
Esemusha, uJosiya wathatha isinyathelo esibonisa ukuthi unesibindi.
INDABA 74
Indoda Engesabi
UJeremiya wayecabanga ukuthi usemncane kakhulu ukuthi angaba umprofethi, kodwa uNkulunkulu wayazi ukuthi uJeremiya angakwazi.
INDABA 76
IJerusalema Liyabhujiswa
Kungani uNkulunkulu evumela izitha zama-Israyeli, abaseBhabhiloni ukuba bachithe iJerusalema?
INDABA 77
Babengasoze Bakhuleke
Ingabe uNkulunkulu uzobasindisa labafana abalalelayo abathathu esithandweni somilo?
INDABA 80
Ama-Israyeli Aphuma EBhabhele
INkosi uKoresi yasePheresiya wagcwalisa isiprofetho esisodwa lapho ethumba iBhabhiloni, manje usegcwalisa nesinye.
INDABA 81
Ukuthembela KuNkulunkulu
Ama-Israyeli aphula imithetho yabantu ukuze belalele uNkulunkulu. Ingabe uNkulunkulu uzobabusisa?
INDABA 82
UMoridekayi No-Esteri
INdlovukazi uVashiti wayemuhle, kodwa iNkosi u-Ahashiveroshi wabeka u-Esteri njengendlovukazi entsha esikhundleli sikaVashiti. Kungani?
INDABA 83
Izindonga ZaseJerusalema
Njengoba beqhubeka nokwakha abasebenzi kudingeka balungise izinkemba nemikhonto yabo behlale beqaphile imini nobusuku.
Ingxenye 6
Ukuzalwa KukaJesu Kuya Ekufeni Kwakhe
INDABA 84
Ingelosi Ihambela UMariya
Iletha umyalezo ovela kuNkulunkulu: UMariya uzoba nengane eyobusa njengenkosi kuze kube phakade.
INDABA 85
UJesu Uzalelwa Esitebeleni
Kungani umuntu owayezoba yinkosi ayeyozalelwa lapho kudla khona izilwane?
INDABA 86
Amadoda Aholwa Yinkanyezi
Ubani owaholela amadoda abhula ngezinkanyezi kuJesu? Impendulo ingase ikumangaze.
INDABA 88
UJohane Ubhapathiza UJesu
UJohane ubebhapathiza izoni kodwa uJesu akakaze one. Kungani uJohane embhapathiza?
INDABA 90
Unowesifazane Emthonjeni
Amanzi uJesu afuna ukuwanikeza owesifazane angamenza kanjani ukuthi angabe esoma nhlobo?
INDABA 91
UJesu Ufundisa ENtabeni
Funda ngokuhlakanipha okungaphelelwa yisikhathi okuseNtshumayelweni yaseNtabeni.
INDABA 92
UJesu Uvusa Abafileyo
Esebenzisa amandla kaNkulunkulu uJesu washo amazwi alula amabili wavusa indodakazi kaJayiru.
INDABA 93
UJesu Usuthisa Izixuku
Yini uJesu ayibonisa ngokusuthisa abantu abayizinkulungwane ngokuyisimangaliso?
INDABA 94
Uyabathanda Abantwana
UJesu ufundisa abapostoli bakhe ukuthi kuningi okufanele bakufunde hhayi nje kuphela ngezingane kodwa nakuzo izingane.
INDABA 95
Indlela Yokufundisa KukaJesu
Umfanekiso kaJesu womakhelwane ongumSamariya uyisibonelo sendlela kaJesu ayevame ukuyisebenzisa.
INDABA 97
UJesu Uza Njengenkosi
Isixuku esikhulu samukela uJesu, kodwa akuwona wonke umuntu ojabule ngalokho.
INDABA 98
ENtabeni Yeminqumo
UJesu utshela abaphostoli bakhe abane ngezinto eziyokwenzeka esikhathi sethu.
INDABA 99
Ekamelweni Eliphezulu
Kungani uJesu atshela abafundi bakhe ukuba babe nalesi sidlo esikhethekile unyaka ngamunye?
INDABA 102
UJesu Uyaphila
Ngemva kokuba ingelosi esuse itshe ethuneni likaJesu, amasosha amangazwa yilokho akubona ngphakathi.
INDABA 104
UJesu Ubuyela Ezulwini
Ngaphambi kokuba uJesu anyukele ezulwini unika abafundi bakhe umyalo wokugcina.
INDABA 106
Ukukhululwa Ejele
Abaholi benkolo yamaJuda bafaka abaphostoli ejele ukuze bebayekise ukushumayela, kodwa uNkulunkulu unokunye okuthile engqondweni.
INDABA 108
Endleleni Eya EDamaseku
Ukukhanya okuphuphuthekisayo nezwi elivela ezulwini kwashintsha ukuphila kukaSawulu.
INDABA 110
UThimothewu—Umsizi KaPawulu
UThimothewu ushiya ikhaya lakhe ahambe noPawulu ukuze bethathe uhambo olujabulisayo lokuyoshumayela.
INDABA 111
Umfana Owazunywa Ubuthongo
U-Evitiku uzunywa ubuthongo phakathi nenkulumo yakhe yokuqala, kodwa hhayi enkulumeni yesibili. Okwenzeka phakathi kwezinkulumo ezimbili kwaba nesimangaliso.
INDABA 112
Ukuphuka Komkhumbi
Lapho nje sebecabanga ukuthi konke kuyaphela, uPawulu uthola umyalezo ovela kuNkulunkulu omnikeza ithemba.
INGXENYE 8
Okubikezelwa YiBhayibheli Kuba Yiqiniso
INDABA 114
Ukuphela Kwabo Bonke Ububi
Kungani uNkulunkulu ethumela amabutho aholwa uJesu ukuba ayolwa e-Armagedoni?
INDABA 115
IPharadesi Elisha Emhlabeni
Abantu bakhe bahlala ePharadesi emhlabeni futhi lokho kusazokwenzeka.
INDABA 116
Indlela Yokuphila Phakade
Ingabe kwanele ukwazi ngoJehova uNkulunkulu noJesu Kristu? Uma kungenjalo, yini enye okufanele siyazi?
Imibuzo Yokufunda Incwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli
ImiBhalo nemibuzo yokufunda ihlelelwe ukuba isize izingane zithole okuningi endabeni ngayinye yeBhayibheli.