Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Isandulela

Isandulela

UNkulunkulu unjengobaba onothando. 1 Petru 5:​6, 7

UNkulunkulu unguMdali wethu, futhi uyasikhathalela. Njengoba ubaba ohlakaniphile nonothando efundisa izingane zakhe, uNkulunkulu ufundisa abantu kuyo yonke indawo indlela enhle kakhulu yokuphila.

UNkulunkulu wembula amaqiniso ayigugu asenza sichichime injabulo nethemba.

Uma ulalela uNkulunkulu, uyokuqondisa futhi akuvikele bese ekusiza ukwazi ukubhekana nezinkinga.

Kodwa okukhulu kunakho konke​—⁠uyophila phakade!

UNkulunkulu uthi: ‘Wozani kimi. Lalelani, . . . niqhubeke niphila.’ Isaya 55:3