Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGXENYE YESIHLANU

‘Ngizohlala Phakathi Kwabantu’​—Indlela Emsulwa Yokukhonza UJehova Iyabuyiselwa

‘Ngizohlala Phakathi Kwabantu’​—Indlela Emsulwa Yokukhonza UJehova Iyabuyiselwa

HEZEKELI 43:7

IPHUZU ELIYINHLOKO: Izinto ezisethempelini elisembonweni nalokho ezisifundisa kona ngokukhonza uNkulunkulu ngendlela emsulwa

UJehova wabonisa umprofethi uHezekeli nomphostoli uJohane imibono enezinto ezithi azifane. Izinto ezikuleyo mibono zisifundisa izifundo ezibalulekile ezisisiza sikhonze uJehova ngendlela ayamukelayo manje, zisibonise nokuthi kuyoba njani ukuphila ePharadesi ngaphansi koMbuso kaNkulunkulu.

KULE NGXENYE

ISAHLUKO 19

“Noma Kuphi Lapho Kugelezela Khona La Manzi Yonke Into Iyophila”

Umbono kaHezekeli womfula ogeleza usuka ethempelini wagcwaliseka kanjani endulo, ugcwaliseka kanjani namuhla, uyogcwaliseka kanjani esikhathini esizayo?

ISAHLUKO 20

‘Yabani Izwe Ukuze Libe Yifa’

Embonweni, uNkulunkulu uyala uHezekeli nadingiswe nabo ukuba babele izizwe zakwa-Israyeli iZwe Lesithembiso.

ISAHLUKO 21

“Igama Ledolobha . . . Kuyothiwa UJehova Ulapho”

Yiziphi izifundo esingazithola embonweni kaHezekeli wedolobha negama lalo elinencazelo ebalulekile?

ISAHLUKO 22

“Khulekela UNkulunkulu”

Injongo yale ncwadi ukusisiza sizimisele ukukhonza uJehova uNkulunkulu kuphela.