INGXENYE 2 • IZENZO 6:8–9:43
“Kwavela Ukushushiswa Okukhulu Kwebandla”
Ingabe amaKristu ekhulu lokuqala akuvumela ukuphikiswa okwakwanda ukuba kuwayekise ukunikeza ubufakazi ngoMbuso kaNkulunkulu? Cha, kwenzeka okuphambene. Kule ngxenye sizobona ukuthi ukushushiswa kwamaKristu ngesihluku empeleni kwabangela ukwanda komsebenzi wokushumayela.