Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Izingqikithi Zika-2020

Izingqikithi Zika-2020
  • Amagatsha OFakazi BakaJehova: 87

  • Inani Lamazwe Abikayo: 240

  • Ingqikithi Yamabandla: 120 387

  • Ababekhona ESikhumbuzweni Emhlabeni Wonke: 17 844 773

  • Inani Labadle Izifanekiselo Emhlabeni Wonke: 21 182

  • Inani Eliphakeme Labamemezeli *: 8 695 808

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abashumayela Inyanga Ngayinye: 8 424 185

  • Ukwanda Kwabamemezeli Kunango-2019: -0,6

  • Inani Lababhapathiziwe *: 241 994

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona * Inyanga Ngayinye: 1 299 619

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona Asizayo Inyanga Ngayinye: 338 568

  • Ingqikithi Yamahora Asetshenzwe Ensimini: 1 669 901 531

  • Isilinganiso Sezifundo ZeBhayibheli * Inyanga Ngayinye: 7 705 765

Ngonyaka wenkonzo ka-2020, * oFakazi BakaJehova basebenzise imali engaphezu kuka-$231 million ekunakekeleni amaphayona akhethekile, izithunywa zevangeli nababonisi bezigodi ezabelweni zabo zenkonzo yasensimini. Emhlabeni jikelele, zingu-20 994 sezizonke izikhonzi ezisebenza ezakhiweni zamagatsha. Zonke zingamalungu oHlelo Lomhlaba Wonke Lwezinceku ZoFakazi BakaJehova Ezisenkonzweni Ekhethekile Yesikhathi Esigcwele.

^ par. 7 Ummemezeli umuntu omemezela noma oshumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu. (Mathewu 24:14) Ukuze uthole incazelo ephelele ngokuthi la manani atholakala kanjani, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi, “Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?

^ par. 10 Ukuze uthole okwengeziwe ngongakwenza ukuze ubhapathizwe ube uFakazi KaJehova, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Ngingaba Kanjani Omunye WoFakazi BakaJehova?

^ par. 11 Iphayona uFakazi obhapathiziwe oyisibonelo ozikhethele ukusebenza amahora anqunyiwe inyanga ngayinye eshumayela izindaba ezinhle.

^ par. 14 Ukuze uthole okwengeziwe, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Siyini Isifundo SeBhayibheli?

^ par. 15 Unyaka wenkonzo ka-2020 uqale ngoSepthemba 1, 2019 waphela ngo-Agasti 31, 2020.