Izingqikithi Zika-2021
Amagatsha OFakazi BakaJehova: 87
Inani Lamazwe Abikayo: 239
Ingqikithi Yamabandla: 119,297
Ababekhona ESikhumbuzweni Emhlabeni Wonke: 21,367,603
Inani Labadle Izifanekiselo Emhlabeni Wonke: 20,746
Inani Eliphakeme Labamemezeli *: 8,686,980
Isilinganiso Sabamemezeli Abashumayela Inyanga Ngayinye: 8,480,147
Ukwanda Kwabamemezeli Kunango-2020: 0.7
Inani Lababhapathiziwe *: 171,393
Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona * Inyanga Ngayinye: 1,350,138
Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona Asizayo Inyanga Ngayinye: 398,504
Ingqikithi Yamahora Asetshenzwe Ensimini: 1,423,039,931
Isilinganiso Sezifundo ZeBhayibheli * Inyanga Ngayinye: 5,908,167
Ngonyaka wenkonzo ka-2021, * oFakazi BakaJehova basebenzise imali engama-dollar ayizigidi ezingu-229 ukuze banakekele amaphayona akhethekile, izithunywa zevangeli nababonisi besigodi ezabelweni zabo zenkonzo. ◼ Emhlabeni jikelele, zingu-20,595 sezizonke izikhonzi ezisebenza ezakhiweni zamagatsha. Zonke zingamalungu oHlelo Lomhlaba Wonke Lwezikhonzi EzingoFakazi BakaJehova Ezisenkonzweni Ekhethekile Yesikhathi Esigcwele.
^ par. 7 Ummemezeli umuntu omemezela noma oshumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu. (Mathewu 24:14) Ukuze uthole incazelo ephelele ngokuthi la manani atholakala kanjani, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi, “Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?”
^ par. 10 Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe ngongakwenza ukuze ubhapathizwe ube ngomunye woFakazi BakaJehova, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Ngingaba Kanjani Omunye WoFakazi BakaJehova?”
^ par. 11 Iphayona uFakazi obhapathiziwe oyisibonelo ozikhethele ukusebenza amahora ayinani elinqunyiwe inyanga ngayinye eshumayela izindaba ezinhle.
^ par. 14 Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Siyini Isifundo SeBhayibheli?”
^ par. 15 Unyaka wenkonzo ka-2021 uqale ngoSepthemba 1, 2020, waphela ngo-Agasti 31, 2021.