Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Thola Izimpendulo Zale Mibuzo

Thola Izimpendulo Zale Mibuzo
  1. Kufanele sibheke kubani ukuze siqiniswe futhi sithole amandla? (Josh. 1:⁠9; IHu. 68:⁠35)

  2. Singaqhubeka kanjani sakha ukholo oluqinile? (Heb. 11:⁠6)

  3. Kungani singaqiniseka ukuthi sizophumelela emsebenzini uJehova asabele wona? (Hag. 2:​4-⁠9)

  4. UJehova usinikeza kanjani amandla lapho sibhekene novivinyo olunzima? (IHu. 18:​6, 30; Kol. 4:​10, 11)

  5. Yini eyosiza abasebasha nabashadile ukuba basekele ubukhosi bukaJehova? (Math. 22:​37, 39)

  6. ‘Singama’ kanjani ‘siqinile okholweni’ futhi ‘sibe namandla’? (1 Kor. 16:​13; Roma 15:⁠5; Heb. 5:​11–​6:⁠1; 12:​16, 17)