Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Masiphileni Ukuphila Okulula

Masiphileni Ukuphila Okulula

Dawuniloda:

  1. 1. Bonke lobu khazikhazi

    Bumane buyiz’fiso zamehlo.

    Uma sifun’ uk’butha konke

    Kuzos’busa, kus’gqilaze.

    (CHORUS)

    Masiphileni

    Uk’phila okulula,

    Sizojabula ngokuncane.

    Masiphileni

    Ukuphil’ okulula,

    Sizojabula s’khululeke.

  2. 2. Sibonga mas’nophahla,

    Sinokudla nokok’gqoka.

    Uma saneliswa esinakho

    Soba nok’thula, s’jabule.

    (CHORUS)

    Masiphileni

    Uk’phila okulula

    Sizojabula ngokuncane.

    Masiphileni

    Ukuphil’ okulula

    Sizojabula s’khululeke.

    (BRIDGE)

    UNkulunkulu wethu

    Waz’ esikudingayo.

    Mas’phila ngokuncane

    Bese sincika kuye

    Ngeke s’swele lutho.

  3. 3. Uma siphil’ ukuphil’ okulula,

    Sijabulel’ uk’thula kwengqondo.

    Uma silahl’ okusisindayo,

    Sinik’ uJah okungcono.

    (CHORUS)

    Masiphileni

    Uk’phila okulula

    Sizojabula ngokuncane.

    Masiphileni

    Ukuphil’ okulula,

    Sizojabula.

    (CHORUS)

    Masiphileni

    Uk’phila okulula,

    Sizojabula ngokuncane.

    Masiphileni

    Ukuphil’ okulula,

    Sizojabula s’khululeke.