Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

“Jabulani”

“Jabulani”

Dawuniloda:

  1. 1. Bukisisa indalo

    Nobuhle belanga.

    Izipho zikaJah zisisiza s’phumelele.

    Uthando lukaJah lwenza sihlale siqotho kuye.

    (CHORUS)

    Masimculele ngenjabulo.

    Simkhonze njalo nje—

    S’hlale sichichim’ injabulo

    Noma kwenzekani.

    Jabulani! Jabulani!

    Jabulani! Jabulani!

  2. 2. Umndeni kaJehova—

    Nobunye es’nabo

    Kuyizipho z’kaJah. Zenza s’hlale sithandana.

    Ngisho bes’vimbela, ngeke bas’phuce injabulo.

    (CHORUS)

    Masimculele ngenjabulo.

    Simkhonze njalo nje—

    S’hlale sichichim’ injabulo

    Noma kwenzekani.

    Jabulani! Jabulani!

    Jabulani! Jabulani!

    (BRIDGE)

    Umhlab’ uzoba muhle kuze k‘be phakade.

    Umhlatshelo kaJesu uyas’khulula.

    (CHORUS)

    Masimculele ngenjabulo.

    Simkhonze njalo nje—

    S’hlale sichichim’ injabulo

    Noma kwenzekani.

    Jabulani! Jabulani!

    Jabulani! Jabulani!

    Jabulani! Jabulani!

    Jabulani! Jabulani!

    Jabulani! Jabulani!

    Jabulani! Jabulani!

    Jabulani!