Siyaqinisana
Dawuniloda:
(INTRO)
Kini nonke bafowethu!
Ake nisiph’ indlebe!
1. SineNkosi eyodwa.
Sinobuny’ emhlabeni wonke.
S’khulum’ ulim’ ol’lodwa.
Sikhonza ngobunye ngenjabulo.
(PRE-CHORUS)
Usizi lwethu,
S’yathwalisana.
Awusoze waba wedwa.
(CHORUS)
Sikhonza ngobunye, singabandawonye.
Sikhonza ngobunye, siyaqinisana.
Sikhonza ngobunye, siyasekelana.
Sibumbene, sikhonza ngobunye siyaqinisana.
2. Singabezizwe zonke.
Sinobunt’ ob’hlukahlukene.
S’thand’ izint’ ez’ngafani.
Kodwa s’nobunye ngenxa yoMdali.
(PRE-CHORUS)
Noma siyaphi,
K’nabafowethu.
Sinobunye okholweni.
(CHORUS)
Sikhonza ngobunye, singabandawonye.
Sikhonza ngobunye, siyaqinisana.
Sikhonza ngobunye, siyasekelana.
Sibumbene, sikhonza ngobunye siyaqinisana.
Sikhonza ndawonye ngobunye.
(CHORUS)
Sikhonza ngobunye, singabandawonye.
Sikhonza ngobunye, siyaqinisana.
Sikhonza ngobunye, siyasekelana.
Sibumbene, sikhonza ngobunye.
Siyaqinisana.
Siyaqinisana.