S’thandwa Sami
Dawoniloda:
1. Sithandwa,
Wena ungowami.
Nguwena
Wedw’ ongowami.
Ukholo nobuntu bakho
Ngiyab’thanda.
Sojabula
Masilalel’ uJah.
Angive ngik’thanda
Ngob’ uyang’sekela.
Uyangihlonipha;
Uyaz’qhenya ngami.
(CHORUS)
Sohlale sindawonye;
Sohlale s’qinisana.
UJehov’ us’siza s’hlale s’thandana—
S’thandwa sami.
2. Wen’ ungowami;
Uyangilalela.
S’bambisene
Ek’khonzen’ uMdali.
Ngiyazi ukuthi
Ngiyigugu kuwe.
Ng’yohlale ngiz’qhenya
Ngawe S’thandwa sami.
(CHORUS)
Sohlale sindawonye;
Sohlale s’qinisana.
UJehov’ us’siza s’hlale s’thandana—
Sthandwa sami.
Sohlale sindawonye;
Sohlale s’qinisana.
UJehov’ us’siza s’hlale s’thandana—
S’thandwa sami,
S’thandwa sami,
S’thandwa.