Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ubungaphendula Kanjani?

Ubungaphendula Kanjani?

Ubungaphendula Kanjani?

YINI ENGALUNGILE NGALESI SITHOMBE?

Phawula izinto ezintathu ezingahambisani nokulandisa kweBhayibheli kuGenesise 3:1-5.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

3. ․․․․․

◼ Eningaxoxa Ngakho: Kungani uJehova atshela u-Adamu no-Eva ukuba bangadli emthini wokwazi okuhle nokubi? Ucabanga ukuthi kungani kubalulekile ukulalela imiyalo kaJehova?

KWENZEKA NINI?

Dweba umugqa osuka esenzakalweni sokudala uye “osukwini” esaqala ngalo.

Usuku lokuqala Usuku lwesibili Usuku lwesithathu Usuku lwesine Usuku lwesihlanu Usuku lwesithupha Usuku lwesikhombisa

4. Genesise 1:14-16

5. Genesise 1:24

6. Genesise 1:20, 21

NGINGUBANI?

7. Ngingumuntu wokuqala emlandweni owakha umuzi.

NGINGUBANI?

8. Ngingowesifazane wokuqala ngemva kuka-Eva obizwa ngegama eBhayibhelini.

IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

Ikhasi 5 Yisiphi isilwane esasaziwa ngezikhathi zeBhayibheli ngekhono laso lokucaca? (IzAga 30:____)

Ikhasi 9 Kungani uJehova ekufanelekela ukudunyiswa? (IsAmbulo 4:____)

Ikhasi 20 Ulwazi oluphambili olutholakala kuGenesise luwubufakazi bani? (2 Thimothewu 3:____)

Ikhasi 25 Konke kwenziwe kwaba njani “ngesikhathi sako”? (UmShumayeli 3:____)

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

(Izimpendulo zisekhasini 27)

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Inyoka yakhuluma no-Eva, hhayi no-Adamu.—Genesise 3:1.

2. U-Adamu no-Eva abazange babe nezingane kwaze kwaba yilapho sebexoshiwe ensimini yase-Edene.—Genesise 4:1.

3. U-Adamu no-Eva babenqunu ngesikhathi besahlala ensimini.—Genesise 2:25.

4. “Usuku” lwesine.—Genesise 1:14-16, 19.

5. “Usuku” lwesithupha.—Genesise 1:24, 31.

6. “Usuku” lwesihlanu.—Genesise 1:20, 21, 23.

7. UKhayini.—Genesise 4:17.

8. U-Ada.—Genesise 4:19.

[Imithombo Yesithombe ekhasini 31]

First circle: Breck P. Kent; second circle: © Pat Canova/Index Stock Imagery