Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ubungaphendula Kanjani?

Ubungaphendula Kanjani?

Ubungaphendula Kanjani?

CHAZA UMFANEKISO

1. Emfanekisweni kaJesu olotshwe kuMathewu 18:12-14, kwenzekani ngemvu eyodwa?

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

2. Uyini umalusi?

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

3. Umalusi wazizwa kanjani lapho ethola ayekufuna?

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

Eningaxoxa Ngako: UJehova ufana kanjani nomalusi? Wena ufana kanjani nemvu?

KWENZEKA NINI?

Yisho umlobi noma abalobi bezincwadi zeBhayibheli ezingezansi, bese udweba umugqa ohlanganisa incwadi nonyaka okungenzeka yaqedwa ngawo.

Ngemva kuka-443 B.C.E. Ngaphambi kuka-62 C.E. Ngemva kuka-70 C.E.

455 B.C.E. 64 C.E.

4. UMalaki

5. UJakobe

6. 2 Petru

NGINGUBANI?

7. UJakobe uthi kwathiwa ngilungile ngoba ngamukela izithunywa ngesandla esivulekile.

NGINGUBANI?

8. Ngangingumzala kaBarnaba, futhi uPetru wangibiza ngendodana.

IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

Ikhasi 8 Yini uJobe ayisho ngomhlaba? (Jobe 26:____)

Ikhasi 11 AmaKristu okuqala ayibheka kanjani imiBhalo Engcwele? (1 Thesalonika 2:____)

Ikhasi 12 Yini amakhosi akwa-Israyeli atshelwa ukuba ayibhale? (Duteronomi 17:____)

Ikhasi 28 Yini iBhayibheli elikweluleka ukuba uzitholele yona? (Roma 12:____)

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

(Izimpendulo zisekhasini 27)

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. YALAHLEKA.

2. UMUNTU OQONDISA FUTHI avikele umhlambi wezimvu.

3. Wajabula.

4. Malaki, ngemva kuka-443 B.C.E.

5. UJakobe, ngaphambi kuka-62 C.E.

6. UPetru, ngo-64 C.E.

7. URahabi.—Jakobe 2:25.

8. UMarku.—Kolose 4:10; 1 Petru 5:13.