Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ubungaphendula Kanjani

Ubungaphendula Kanjani

Ubungaphendula Kanjani

Yini Engalungile Ngalesi Sithombe?

Funda izEnzo 8:26-40 bese ubheka isithombe. Yini enganembile kuso? Bhala izimpendulo emigqeni engezansi.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

3. ․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Kungani umthenwa ayengakwazi ukuqonda ayekufunda? Wasizwa kanjani ukuba akuqonde? Yiziphi izindlela ongalingisa ngazo umthenwa?

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi thombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 8 Yini okufanele ‘uyithenge’? Efesu 5:________

IKHASI 9 Yini okufanele siyiqaphe? Luka 12:________

IKHASI 10 Uma isitha sakho silambile, yini okufanele uyenze? Roma 12:․․․

IKHASI 20 Uma kuziwa ekubukekeni, yini okufanele sigxile kuyo? 1 Petru 3:․․․

Yini Oyaziyo NgomaHluleli uJefta?

Funda AbaHluleli 11:1-12:7 bese uphendula imibuzo elandelayo.

4. ․․․․․

Wayevela kusiphi isizwe phakathi kwezingu-12 zakwa-Israyeli?

UMKHONDO: Bheka uNumeri 26:29.

5. ․․․․․

Wakhulula u-Israyeli kusiphi isizwe?

6. ․․․․․

Iqiniso noma amanga? Waphila ngemva kukaJosefa, indodana kaJakobe (u-Israyeli).

ENINGAXOXA NGAKHO:

Ucabanga ukuthi kungani indodakazi kaJefta yahambisana nesifungo sikayise? Ungayilingisa kanjani indodakazi kaJefta?

◼ Izimpendulo zisekhasini 28

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Cishe wayeyedwa uFiliphu.

2. Umthenwa wayehamba ngenqola hhayi ngehhashi.

3. Lesi senzakalo senzeka ogwadule hhayi emzini ophithizelayo.

4. UManase.—Numeri 26:29; AbaHluleli 11:1.

5. U-Amoni.—AbaHluleli 11:4.

6. Iqiniso.