PHAPHAMA! Septhemba 2012 | Usuku Lwembubhiso—Iqiniso, Inganekwane Nephupho
Sekuyisikhathi kunemifanekiso yokubhubha komhlaba. Ayini amaqiniso futhi lithini iBhayibheli?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Okujabulisayo Ngosuku Lwembubhiso
Kunezibikezelo eziningi eziphathelene nokuphela kwezwe. Ingabe ziyiqiniso, inganekwane noma iphupho?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Usuku Lwembubhiso Lubangela Ukwesaba Okukhulu
Cabangela izinto eziyisithupha abantu abesaba ukuthi zingabhubhisa izwe lanamuhla nempucuko yalo.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Usuku Lwembubhiso Lungase Lungabi Yilokho Okucabangayo
Ngokusho kweBhayibheli kunezinguquko ezinkulu ezizayo. Yini ezayo?
INTSHA IYABUZA
Yini Engingayilindela Emshadweni?—Ingxenye 1
Hlobo luni lwezinzuzo nezinselele okufanele ululindele emshadweni?
IBhayibheli—Incwadi Yesiprofetho Esinembile—Ingxenye 5
UJesu wasebenzisa ukuphila kwakhe ememezela “izindaba ezinhle zombuso.” Ingabe umyalezo wakhe waphela lapho efa?
Ukubhekisisa Ama-zoo Anamuhla
Funda ngalokho okutholakala ema-zoo nangalokho ama-zoo akwenzayo ukuze avikele izilwane ezisengozini yokuqothulwa.
INGABE KWAKLANYWA?
Ukuhamba Kwezinhlanzi Njengeqembu
Yini izinhlanzi ezingasifundisa yona ngendlela esinganciphisa ngayo ukushayisana kwezimoto?
UMBONO WEBHAYIBHELI
Ingabe Uyakudinga Ukuba Senkolweni Ehleliwe?
Kungani abantu abaningi beye bayishiya inkolo? UNkulunkulu ufuna ukukhulekelwa kanjani?
Ochwepheshe Bemithi Bangenkathi Ephakathi
Funda ngokuthi ezokwelapha ezatholwa nezasungulwa abantu abanjengo-Avicenna zaba naliphi igalelo ekwakheni isisekelo semithi yanamuhla.
Izindlela Zokwelapha Ezingahileli Ukumpontshelwa Igazi
Funda ukuthi ochwepheshe abavela emazweni angaphezu kuka-40 basabela kanjani lapho bethola ukwaziswa okuphathelene nezindlela zokwelapha ezingahileli ukumpontshelwa igazi.
Ukubuka Okwezwe
Nazi ezinye zezihloko: Ukuya e-Asia ukuze ulashwe, ukwenza imisebenzi eminingi ngesikhathi, ukuhogela intuthu kagwayi, ababulawa ukuzamazama komhlaba, kanye nezinga eliphakeme lokuzibulala eRussia
Ulamula Uyisimanga
Ungawudla, ungaphuza amanzi awo kanti angakhipha amafutha awo. Funda okwengeziwe ngalesi sithelo esiyisimanga
Ukubukeza Komkhaya
Kule nyanga funda ngomuntu owayenochoko owabonga, ngoMose, nangoFakazi BakaJehova eMadagascar