PHAPHAMA! Juni 2015 | Thuthukisa Impilo Yakho—Izinto Ezinhlanu Ongazenza Kwamanje

Okwenzayo kungakusiza ukuba udambise noma ugweme ukugula.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izindlela Zokuthuthukisa Impilo Yakho

Izinyathelo ezinhlanu ongazithatha manje ukuze ube nempilo engcono.

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokuqinisa Ukuzibophezela

Ingabe ukuzibophezela kufana neketanga elisindayo elikubophela emshadweni noma kufana nehange eligcina umshado wakho uzinzile?

EZASENDULO

UGalileo

Ngo-1992, uPapa John Paul II washo into emangazayo mayelana neSonto LamaKatolika nendlela elaphatha ngayo uGalileo.

UMBONO WEBHAYIBHELI

Ukuphinga

Ingabe ukuphinga kuyawuqeda umshado?

Inhlanzi Okuthiwa I-Parrot—Ingabe Umshini Owenza Isihlabathi?

Yenza umsebenzi ohlukile nobaluleke kakhulu ezixhotsheni zamakhorali.

UKUBUKA OKWEZWE

Ukuhlolisisa Imvelo

Izindaba zamuva zenza abantu babuze lo mbuzo, “Kungani abantu bengakwazi ukuvimba ukucekelwa phansi kwemvelo?”