PHAPHAMA! Julayi 2015 | Ingabe Uyakulawula Ukuphila Kwakho?
Ingabe ulawulwa izimo zokuphila? Funda ngendlela ongalawula ngayo ukuphila kwakho.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ingabe Uyakulawula Ukuphila Kwakho?
Akudingeki ukuba izingqinamba ezingalindelekile ziphazamise ukuphila kwakho.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Inselele: Izimo Ezingenakushintsha
Amacebiso amane angakusiza uma ukuphila kwakho kubonakala kulawulwa izimo ezingaphezu kwamandla akho.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Inselele: Izibopho Eziningi
Uma uzama ukwenza yonke into ungagcina ungenzanga lutho. Ungakunciphisa kanjani ukucindezeleka?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Inselele: Imizwa Engemihle
Ingabe uzizwa ulawulwa imizwa efana nokukhathazeka, intukuthelo nokudabuka? Kunezinyathelo ezingokoqobo ezingakusiza ubhekane nayo.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ingabe Ungakwazi Ukulawula Ukuphila Kwakho?
Imfihlo yokulawula ukuphila kwakho ingase ibe lula kunalokho obukucabanga.
AMAZWE NABANTU
Ukuvakashela EMongolia
“Izwe Lesibhakabhaka Esiluhlaza” liyikhaya lemihambima enendlela ehlukile yokuphatha kahle izihambi.
USIZO LOMNDENI
Ukuhlukana Nomuntu Obuthandana Naye
Ungaqhubeka kanjani nokuphila ngemva kokuhlukana kabuhlungu nobuthandana naye?
Okufanele Ukwazi Ngomalaleveva
Ungakwazi ukuzivikela uma uhlala noma uhlela ukuvakashela ezweni elikhungethwe yiwo.
INGABE KWAKLANYWA?
Umhlathi Wengwenya
Ingaluma ngamandla ngokuphindwe kathathu kunebhubesi noma ihlosi, kodwa izwela ngokushesha kunesihloko somunwe womuntu. Kanjani?
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Ukweba Akulungile
UNkulunkulu ukubheka kanjani ukweba? Funda u-Eksodusi 20:15. Bukela le-video futhi ufunde okwengeziwe noKhwezi.