Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda 2017

Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda 2017

Olubonisa umagazini isihloko esikuwo

IBHAYIBHELI

  • Kungani Kunezinguqulo Eziningi? No. 6

  • Obunye Ubufakazi (UThathenayi wayekhona ngempela), No. 3

  • Ukungaliqondi Kahle IBhayibheli, No. 1

  • U-Elias Hutter NamaBhayibheli Akhe EsiHebheru, No. 4

  • Zuza Ngokugcwele Lapho Ufunda IBhayibheli, No. 1

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

  • Ngangingafuni Ukufa! (Y. Quarrie), No. 1

  • Ngangiyithanda Ngenhliziyo Yami Yonke! (S. Hamilton), No. 3

  • Ngangizitshela Ukuthi UNkulunkulu Akekho (A. Golec), No. 5

IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI

  • Ingabe amaKristu angayisebenzisa i-IUD? Disemba

  • Ingabe uhlu lozalo oluholela kuMesiya lwaluncike elungelweni lobuzibulo? Disemba

  • Kufanele yini sibe nesibhamu ukuze sizivikele ezigebengwini? Julayi

  • Kungani ukulandisa kukaMathewu nokukaLuka mayelana nokuphila kukaJesu kungafani? Agasti

  • UJehova ‘ngeke avumele ukuba silingwe ngokungaphezu kwalokho esingakuthwala’ (1Ko 10:13), Febhuwari

INGXUBEVANGE

  • Abagibeli Bamahhashi Abane, No. 3

  • Buyoke Bube Khona Ubulungisa Emhlabeni? No. 3

  • Endulo Babehamba Kanjani Nomlilo? Januwari

  • Igama EliseBhayibhelini Embizeni Yasendulo, Mashi

  • Indlela UGayu Asiza Ngayo Abafowabo, Meyi

  • Ingabe Ababedayisa Izilwane Ethempelini ‘Bangabaphangi’? Juni

  • Ingabe Siphila “Ezinsukwini Zokugcina”? No. 2

  • Iseluleko SikaPawulu Sokuhlehlisa Uhambo (IzE 27), No. 5

  • Isipho esizedlula Zonke, No. 6

  • Iyini I-Armagedoni? No. 6

  • Kuyoba Khona Yini Ukuthula Emhlabeni? No. 5

  • Lapho Umuntu Omthandayo Enesifo Esingalapheki, No. 4

  • Liyoba Khona Ngempela Yini IPharadesi Emhlabeni? No. 4

  • “Makubusiswe Ukuba Nengqondo Kwakho” (U-Abhigayili), Juni

  • Okushiwo YiBhayibheli Mayelana Nokufa Nokuphila, No. 4

  • UJosefa Wase-Arimathiya, Okthoba

  • Uhlamvu Oluncane LwesiHebheru, No. 4

  • Ukubheka Ngale Kokubukeka Kwangaphandle, Juni

  • Ukuhlupheka, No. 1

  • Ukukhathazeka, No. 4

  • Ukuphunyuka Ebugqilini, No. 2

  • “Ungowesifazane Omuhle” (USara), No. 3

  • UNkulunkulu Wabiza USara Ngokuthi INkosazane, No. 5

  • “Wayemjabulisile UNkulunkulu” (U-Enoke), No. 1

  • Yimuphi Umkhuba Owawenziwa AmaJuda Owenza UJesu Wakulahla Ukwenza Izifungo? Okthoba

  • Zikhona Yini Izingelosi? No. 5

IZIHLOKO EZIFUNDWAYO

  • Basha—“Qhubekani Nisebenzela Ukusindiswa Kwenu,” Disemba

  • Bazali—Sizani Izingane Zenu ‘Nizihlakaniphisele Insindiso’, Disemba

  • Bonisa Ukholo—Unqume Ngokuhlakanipha! Mashi

  • Cula Ngenjabulo! Novemba

  • Funani Ingcebo Yangempela, Julayi

  • ‘Gcwalisa Isifungo Sakho,’ Ephreli

  • Gxila Kokubaluleke Kunakho Konke, Juni

  • Hlakulela Ukuzithiba, Septhemba

  • Imibono KaZakariya—Indlela Ekuthinta Ngayo, Okthoba

  • Indlela Esibugqoka Futhi Sibugcine Ngayo Ubuntu Obusha, Agasti

  • Indlela Esibuhlubula Ngayo Ubuntu Obudala Singaphinde Sibugqoke, Agasti

  • Ingabe Ubheka Ubulungisa Ngendlela UJehova Abubheka Ngayo? Ephreli

  • Ingabe Uphephela KuJehova? Novemba

  • Injongo KaJehova Izogcwaliseka! Febhuwari

  • Iqiniso Liletha Inkemba Hhayi Ukuthula, Okthoba

  • Isihlengo ‘Isipho Esiphelele’ Esivela KuBaba, Febhuwari

  • Izinqola Nomqhele Kuyakulonda, Okthoba

  • “Izwi LikaNkulunkulu . . . Linamandla,” Septhemba

  • IZwi LikaNkulunkulu Wethu Liyokuma Phakade, Septhemba

  • “Khalani Nabakhalayo,” Julayi

  • Khonza UJehova Ngenhliziyo Ephelele! Mashi

  • Kungani Kufanele ‘Sidumise UJah’? Julayi

  • Kwangathi Angayibusisa Imigomo Yakho, Julayi

  • Kwangathi Ukuzinikela Kwakho Ngokuzithandela Kungaletha Udumo KuJehova! Ephreli

  • Kwenqabe Ukucabanga Kwezwe, Novemba

  • “Lezi zinto Ziphathise Amadoda Athembekile,” Januwari

  • Lingisa Ubulungisa Nesihe SikaJehova, Novemba

  • Lingisa Umusa KaJehova, Septhemba

  • Nikeza Udumo Kulowo Olumfanele, Mashi.

  • “Nginethemba KuNkulunkulu,” Disemba

  • “Ngiyazi Ukuthi Uyovuka,” Disemba

  • Okwenza Isizotha Sibaluleke Nanamuhla, Januwari

  • Sazise Isipho Sakho Senkululeko Yokuzikhethela, January

  • Sekela Ukubusa KukaJehova! Juni

  • “Thembela KuJehova Wenze Okuhle,” Januwari

  • Ubani Ohola Abantu BakaNkulunkulu Namuhla? Febhuwari

  • UJehova Uhola Abantu Bakhe, Febhuwari

  • UJehova Usiduduza Kuzo Zonke Izinkathazo Zethu, Juni

  • Ukusiza Ababaleki Ukuba ‘Bakhonze UJehova Ngenjabulo,’ Meyi

  • Ukusiza Izingane Zababaleki, Meyi

  • ‘Ukuthula KukaNkulunkulu Kudula Konke Ukucabanga,’ Agasti

  • “Umahluleli Womhlaba Wonke” Uhlale Enza Okulungile, Ephreli

  • Ungahlala Unesizotha Ngaphansi Kovivinyo, Januwari

  • Ungaluvumeli Uthando Lwakho Luphole, Meyi

  • Ungavumeli Lutho Lukulahlekisele Ngomklomelo, Novemba

  • “Uyangithanda Na Ngaphezu Kwalezi?” Meyi

  • Uyoyigxilisa Yini Inhliziyo Yakho Ezintweni Ezilotshiwe? Mashi

  • Uzimisele Yini Ukubekezela? Agasti

  • “Yiba Nesibindi . . . Futhi Uthathe Isinyathelo,” Septhemba

  • Yini Ezophela Lapho Kufika UMbuso KaNkulunkulu? Ephreli

  • Yithande Ingcebo Oyiphiwe UNkulunkulu, Juni

INDABA YOKUPHILA

  • Izibusiso Zokwenza Lokho UJehova Akufunayo (O. Matthews), Okthoba

  • Ngabusiswa Ngokusebenza Namadoda Athanda UNkulunkulu (D. Sinclair), Septhemba

  • Ngiye Ngazuza Ngokuhamba Nabahlakaniphile (W. Samuelson), Mashi

  • Ngizimisele Ukuba Isosha LikaKristu (D. Psarras), Ephreli

  • Ukuba Yisithulu Akungivimbanga Ukuba Ngifundise Abanye (W. Markin), Meyi

  • Ukukhuthazelela Uvivinyo Kuletha Izibusiso (P. Sivulsky), Agasti

  • Ukushiya Izinto Ngemuva Ukuze Ngilandele INkosi (F. Fajardo), Desemba

  • Sabona Umusa KaNkulunkulu Ongafanelwe Ngezindlela Eziningi (D. Guest), Febhuwari

OFAKAZI BAKAJEHOVA

  • “Akukho Mgwaqo Omubi Noma Omude Kakhulu” (E-Australia), Febhuwari

  • Bazinikela Ngokuzithandela ETurkey, Julayi

  • Bazinikela Ngokuzithandela (odade abangashadile), Januwari

  • Isenzo Esisodwa Somusa, Okthoba

  • ‘Sinentshiseko Nothando Kunanini Ngaphambili (Umhlangano wango-1922), Meyi

  • Ubumnandi Bokuphila Ukuphila Okulula, Meyi

  • Ukujwayela Ibandla Elisha, Novemba

  • Umuntu Ophayo Uyobusiswa (iminikelo), Novemba.

  • “Uzoba Khona Nini Omunye Umhlangano?” (EMexico), Agasti

UJEHOVA

  • UNkulunkulu uyakubangela ukuhlupheka? No. 1

  • Uzokubonisa Kanjani Ukwazisa Ngesipho SikaNkulunkulu? No. 2

UJESU KRISTU

  • UJesu wayeyisa yini lapho ekhuluma ‘ngezinjana’? No. 5

  • Wayebukeka kanjani Ngempela UJesu? No. 6

UKUPHILA NEZIMFANELO ZOBUKRISTU

  • Indlela Efanele Yokubheka Amaphutha, No. 6

  • Ingabe AmaKristu Kufanele Awugubhe UKhisimusi? No. 6

  • Ingabe Ukungashadi Kuyimfuneko Ezikhonzini EzingamaKristu? No. 2

  • Lapho Ubungane Busengcupheni, Mashi

  • Nqoba Izingxabano Uthuthukise Ukuthula, Juni

  • Ungakhohliswa Izinkulumo Ezinamanga, Julayi

  • Uthando—Imfanelo Eyigugu, Agasti

  • Thola Injabulo Yokupha, No. 2