INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Disemba 2024

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoFebhuwari 3–​Mashi 2, 2025.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 48

Esikufunda Esimangalisweni SikaJesu Sezinkwa

Sizofundwa ngeviki likaFebhuwari 3-9, 2025.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 49

Ungakuthola Kanjani Ukuphila Okuphakade?

Sizofundwa ngeviki likaFebhuwari 10-16, 2025.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 50

Bazali—Sizani Izingane Zenu Ziqinise Ukholo Lwazo

Sizofundwa ngeviki likaFebhuwari 17-23, 2025.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 51

Izinyembezi Zakho Ziyigugu KuJehova

Sizofundwa ngeviki likaFebhuwari 24–​Mashi 2, 2025.

INDABA YOKUPHILA

Angikaze Ngiyeke Ukufunda

UJoel Adams ulandisa ngalokho okumsize ukuba akhuthazele ngenjabulo enkonzweni kaJehova iminyaka engaphezu kwengu-80.

Imibuzo Evela Kubafundi

Zingobani ‘izingelosi ezikhethiwe’ okukhulunywa ngazo kweyoku-1 Thimothewu 5:​21?

Ingabe Uyakhumbula?

Ukujabulele yini ukufunda omagazini bamuva be-Nqabayokulinda? Bona ukuthi yini oyikhumbulayo.

Abantu Abathembekile Bayazigcina Izifungo Zabo

Yiziphi izifundo esingazifunda endabeni kaJefta nendodakazi yakhe?