INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Ephreli 2018

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zikaJuni 4 kuya kuJulayi 8, 2018.

Indlela Yokuthola Inkululeko Yangempela

Abanye abantu balangazelela ukukhululeka ekucindezelweni, ekubandlululweni nasekuhluphekeni, kuyilapho abanye befuna ngenkani inkululeko yokukhuluma noma inkululeko yokuzikhethela. Ingabe singayithola inkululeko yangempela?

Khonza UJehova, UNkulunkulu Wenkululeko

Umoya kaJehova uye wasikhulula kanjani? Singakugwema kanjani ukuyisebenzisa kabi inkululeko esiyinikwe uNkulunkulu?

Madoda Amisiwe—Fundani KuThimothewu

Kubonakala sengathi uThimothewu wayezenyeza lapho eqala ukusebenza nomphostoli uPawulu. Yini abadala nezinceku ezikhonzayo ebandleni abangayifunda esibonelweni sikaThimothewu?

Ukulingisa UJehova​—⁠UNkulunkulu Onikeza Isikhuthazo

Abantu bakaJehova bahlale besidinga isikhuthazo.

Khuthazanani “Ikakhulu Njengoba Nibona Usuku Lusondela”

Njengoba sibona usuku lukaJehova lusondela, kudingeka sibakhathalele abafowethu ukuze sikwazi ukubaqinisa noma nini lapho kudingeka.

Basha Zibekeleni Imigomo Ezonisondeza KuNkulunkulu?

Intsha ingazizwa icindezelekile lapho icabanga ngamathuba nezinqumo okudingeka izenze. Ingazenza kanjani izinqumo ezihlakaniphile ezithinta ikusasa layo?

Imibuzo Evela Kubafundi

Kungani kungavunyelwe ukufaka izincwadi zoFakazi BakaJehova kumawebhusayithi angagunyaziwe noma ezinkundleni zokuxhumana?

Imibuzo Evela Kubafundi

Siyini isizathu sokushintshwa kweHubo 144 kuyi-Nguqulo Yezwe Elisha?