INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Ephreli 2020

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoJuni 1–Julayi 5, 2020.

Ukuhlasela Okuvela Enyakatho!

Isihloko esifundwayo 14: Juni 1-7, 2020. Yiziphi izizathu ezine ezenza kudingeke ukuba sishintshe indlela esiqonda ngayo uJoweli isahluko 1 no-2?

Ubabheka Kanjani Abantu Abasensimini Okuyo?

Isihloko esifundwayo 15: Juni 8-14, 2020. Hlola indlela esingamlingisa ngayo uJesu nomphostoli uPawulu ngokuthi sicabangele izinto abazikholelwayo nabazithandayo abantu esixoxa nabo futhi siqonde ukuthi bangaba abafundi bakaJesu.

Balalele, Ubazi Kangcono Futhi Ubabonise Uzwela Abanye

Isihloko esifundwayo 16: Juni 15-21, 2020. Ngothando, uJehova wasiza uJona, u-⁠Eliya, uHagari noLoti. Bona indlela esingamlingisa ngayo uJehova endleleni esiphatha ngayo abanye.

“Nginibizé Ngokuthi Ningabangane”

Isihloko esifundwayo 17: Juni 22-28, 2020. Sibhekana nezinkinga ezenza kube nzima ukuba abangane bakaJesu. Kodwa singakwazi ukuzinqoba.

‘Gijima Uze Uyoqeda’

Isihloko esifundwayo 18: Juni 29–Julayi 5, 2020. Singanqoba kanjani emncintiswaneni wokuphila nakuba sihlushwa izinkinga ezihambisana nokuguga nokugula?