INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Febhuwari 2018

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-Ephreli 2-29, 2018.

Lingisa Ukholo Nokulalela KukaNowa, UDaniyeli NoJobe

La madoda abhekana nezinkinga ezifana nalezo esibhekana nazo nathi. Yini eyabasiza bahlala beqotho?

Ingabe UJehova Umazi NjengoNowa, UDaniyeli NoJobe?

La madoda amazi kanjani oPhezukonke? Lolo lwazi lwabazuzisa kanjani? Singaluhlakulela kanjani ukholo olufana nolwabo?

INDABA YOKUPHILA

Zonke Izinto Zingenzeka Ngosizo LukaJehova

Amazwi ambalwa akhulunywa ebhasini eKyrgyzstan ashintsha ukuphila kwendoda nomkayo.

Kusho Ukuthini Ukuba Umuntu Ongokomoya?

IBhayibheli lichaza ukuthi ubonakala kanjani “umuntu ongokomoya” nokuthi uhluke kanjani “kumuntu wenyama.”

Thuthuka Njengomuntu Ongokomoya!

Ukwazi nje iBhayibheli akwanele ukuze ube umuntu ongokomoya. Yini enye edingekayo?

Injabulo​​—⁠Imfanelo Esiyithola KuNkulunkulu

Uma izinkinga zokuphila zikwenza ungajabuli yini ongayenza ukuze ujabule?

EZIVELA EZINQOLOBANENI ZETHU

Izinkulumo Zeningi Zisakaza Izindaba Ezinhle E-⁠Ireland

Yini eyaqinisekisa uC. T. Russell ngokuthi amasimu lapho ‘ayekulungele ukuvunwa’?