INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Febhuwari 2016

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-April 4 kuya ku-May 1, 2016.

UJehova Wambiza Ngokuthi “Umngane Wami”

Ungathanda yini ukuba umngane kaJehova? Thola ukuthi ungakwenza kanjani ngokubheka isibonelo sika-Abrahama.

Lingisa Abangane BakaJehova Abakhulu

URuthe, uHezekiya noMariya bakwazi kanjani ukuba abangane abakhulu bakaNkulunkulu?

Zibonakalise Uqotho KuJehova

Isibonelo sikaJonathani singasisiza sibonise ubuqotho bethu kuJehova ezimweni ezine eziyinselele.

Funda Ezincekwini ZikaJehova Eziqotho

UDavide, uJonathani, uNathani noHushayi babubeka kanjani ubuqotho kuJehova endaweni yokuqala?

INDABA YOKUPHILA

UJehova Ungenze Ngaphumelela Enkonzweni Yakhe

UCorwin Robison wakhonza uNkulunkulu ngokwethembeka iminyaka engu-73, ehlanganisa neminyaka engaphezu kwamashumi ayisithupha eseBethel yase-United States.

Qhubeka Ukhonza UJehova Ngenjabulo

Ukuzindla ngezimiso ezintathu eziyisisekelo kungakusiza ulondoloze injabulo yakho.