INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Januwari 2020

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoMashi 2–Ephreli 5, 2020.

‘Hambani Niyokwenza Abafundi’

Isihloko sonyaka ka-2020 sizosisiza sizimisele ukuwenza kangcono umsebenzi wokwenza abafundi.

Ungaba “Usizo Oluqinisayo” Kwabanye

Cabanga ngezimfanelo ezintathu ezingakusiza ube umthombo wenduduzo nosizo oluqinisayo kwabanye.

Uyigugu KuJehova UNkulunkulu Wakho!

Lapho sizizwa sikhandlekile ngenxa yokugula, izinkinga zezimali nokuguga, masikhumbule ukuthi akukho okungasihlukanisa nothando lukaBaba wethu osezulwini.

‘Umoya Ngokwawo Uyafakaza’

Umuntu wazi kanjani ukuthi ugcotshwe ngomoya ongcwele? Kwenzekani lapho umuntu ethola lesi simemo?

Sizohamba Nani

Kufanele sibabheke kanjani labo abadla izifanekiselo ngalobo busuku? Ingabe kufanele sikhathazeke uma inani labadla izifanekiselo liqhubeka likhula?