INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Julayi 2019

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoSepthemba 2-29, 2019

Kulungele Manje Ukubhekana Noshushiso

Yini esingayenza ukuze sibe nesibindi futhi sibhekane nokuphikiswa?

Qhubeka Ukhonza UJehova Lapho Umsebenzi Wethu Uvinjelwe

Yini okufanele siyenze lapho uhulumeni usivimbela ukuba sikhonze uJehova?

“Hambani Niyokwenza . . . Abafundi”

Kungani umsebenzi wokwenza abafundi ubaluleke kangaka, futhi yini esingayenza ukuze sikwazi ukwenza umsebenzi wethu?

Ukusiza Abantu Abangasonti Nabangakholelwa KuNkulunkulu

Singabasiza kanjani abantu abangasonti nabangakholelwa kuNkulunkulu ukuba bathande uNkulunkulu futhi babe abalandeli bakaKristu?

INDABA YOKUPHILA

UJehova Wangibusisa Ngaphezu Kwalokho Engangikulindele

Izinto uManfred Tonak abhekana nazo ngesikhathi eyisithunywa sevangeli e-Africa zamsiza waba nesineke, waneliswa izinto anazo futhi waba nezinye izimfanelo eziningi ezinhle.

Ingabe UJesu Wafela Mina Ngempela?

Ingabe wake walwa nemizwa yokuzenyeza? Yini engakusiza ulwe nemizwa enjalo?