INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Juni 2016

Lo magazini uqukethe izihloko ezifundwayo zika-August 1-28, 2016.

Ukwazisa UJehova NjengoMbumbi Wethu

UNkulunkulu ubakhetha kanjani abambumbayo? Ubabumbelani? Ubabumba kanjani?

Ingabe Uyamvumela UMbumbi OmKhulu Ukuba Akubumbe?

Yiziphi izimfanelo eziyokwenza ubumbeke ezandleni zikaNkulunkulu?

“UJehova UNkulunkulu Wethu UnguJehova Oyedwa”

Kusho ukuthini ukuthi uNkulunkulu “uyedwa,” futhi singamkhulekela kanjani?

Ungavumi Ukukhutshwa Amaphutha Abanye

Endulo, izinceku zikaNkulunkulu ezithembekile zasho noma zenza ezinto ezazwisa abanye ubuhlungu. Sifundani kulezi zibonelo eziseBhayibhelini?

Imibuzo Evela Kubafundi

Embonweni kaHezekeli, imelela bani indoda enophondo lukayinki lukanobhala namadoda ayisithupha aphethe izikhali zokuphihliza?