INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Juni 2018

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-Agasti 6 kuya kuSepthemba 2, 2018.

“UMbuso Wami Awuyona Ingxenye Yaleli Zwe”

Indlela uJesu abhekana ngayo nezinxushunxushu zangosuku lwakhe kumelwe iyithinte kanjani indlela esibheka ngayo ezombusazwe nezindaba zomphakathi?

Kwangathi Sonke Singaba Munye Njengoba UJehova NoJesu Bemunye

Yini ongayenza ukuze uqinise ubunye babantu bakaNkulunkulu?

Wayengase Athole Izibusiso ZikaNkulunkulu

Isibonelo sikaRehobowamu, inkosi yakwaJuda, sisiza siqonde ukuthi yini uNkulunkulu ayifunayo kithi.

Vumela Imithetho KaNkulunkulu Nezimiso Zakhe Kuqeqeshe Unembeza Wakho

UNkulunkulu usinikeze unembeza kodwa kumelwe siqikelele ukuthi usiqondisa endleleni efanele.

“Ukukhanya Kwenu Makukhanye” Ukuze Kukhazimulise UJehova

Kuningi okuhilelekile, akugcini nje ngokushumayela izindaba ezinhle.

INDABA YOKUPHILA

Ngaduduzwa Kuzo Zonke Izinkathazo Zami

U-Edward Bazely wabhekana nezinkinga zomndeni, ukuphikiswa ngenxa yenkolo, ukudumazeka nokucindezeleka.

Amandla Okubingelela

Ngisho ukubingelela okufishane kungenza okukhulu.

Uyakhumbula?

Ungakwazi yini ukuphendula le mibuzo esekelwe ezihlokweni ze-Nqabayokulinda zamuva?