INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO Meyi 2018
Lo magazini unezihloko ezifundwayo zikaJulayi 9 kuya ku-Agasti 5, 2018.
INDABA YOKUPHILA
Isiqalo Esinzima—Isiphetho Esicebile
Ukuphila kukaSamuel Herd ekuqaleni kwakungacebile ngokwezinto ezibonakalayo, kodwa ukuphila kwakhe manje kucebile ngokomoya ngaphezu kwalokho ayengase akucabange.
Ukuthula—Ungakuthola Kanjani?
Ngenxa yokuthi siphila ezweni elinezinkinga, kumelwe sisebenze kanzima ukuze sibe nokuthula. IZwi likaNkulunkulu lingasisiza.
UJehova Uyabathanda Labo ‘Abathela Izithelo Ngokukhuthazela’
Singase sidikibale lapho sishumayela ensimini engatheli. Noma kunjalo, sonke singaba nenkonzo ethelayo.
Okwenza ‘Siqhubeke Sithela Izithelo Eziningi’
Kubalulekile ukuhlale sizikhumbula izizathu ezenza sishumayele.
Sazi Isitha Sakho
Siyalazi ithonya likaSathane kanye namaqhinga akhe.
Basha—Melanani Ngokuqinile NoDeveli
Sonke sisempini engokomoya. Intsha ngokukhethekile ingabonaka ingavikelekile, kodwa iyigqokele impi.
Okuvuna Okukhulu!
Kwenye indawo yase-Ukraine, ikota yabantu bendawo ingoFakazi BakaJehova!