INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Novemba 2017

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-Disemba 25, 2017 kuya kuJanuwari 28, 2018.

Cula Ngenjabulo!

Uma ukuba namahloni lapho ucula nebandla, yini ongayenza ukuze unqobe lowo muzwa futhi udumise uJehova ngephimbo lakho?

Ingabe Uphephela KuJehova?

Ilungiselelo lemizi yesiphephelo kwa-Israyeli wasendulo isifundisa ngokuthethelela kukaNkulunkulu.

Lingisa Ubulungisa Nesihe SikaJehova

Imizi yesiphephelo isifundisani ngendlela uNkulunkulu abheka ngayo ukuphila? Le mizi ibubonisa kanjani ubulungisa bakhe obuphelele?

Umuntu Ophayo Uyobusiswa

Singasebenzisa isikhathi sethu, amandla nezinye izinto ukuze sisekele umsebenzi wokushumayela ngoMbuso.

Kwenqabe Ukucabanga Kwezwe

Sonke kudingeka sigweme imibono ethandwayo ukuze ingonakalisi izingqondo zethu. Hlola izibonelo ezinhlanu zokucabanga kwezwe.

Ungavumeli Lutho Lukulahlekisele Ngomklomelo

Ngemva kokukhumbuza amaKristu ngethemba lawo elimangalisayo, umphostoli uPawulu wabaxwayisa.

Ungalijwayela Kanjani Ibandla Elisha?

Uma usanda kuthuthela ebandleni elisha kungenzeka uyesaba. Yini engakusiza ujwayele?