INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Novemba 2018

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zikaDecemba 31, 2018 kuya kuFebhuwari 3, 2019.

“Thenga Iqiniso Ungalithengisi”

Kusho ukuthini ukuthenga iqiniso? Lapho silithola, sibambelela kanjani kulo?

“Ngizohamba Eqinisweni Lakho”

Singazimisela kanjani nakakhulu ukubambelela eqinisweni eliyigugu uJehova asifundise lona?

Thembela KuJehova Uphile!

Incwadi kaHabakuki ingasisiza sihlale sizolile naphezu kwezinkinga.

Ubani Obumba Ukucabanga Kwakho?

Ungamvumela kanjani uJehova abumbe ukucabanga kwakho hhayi izwe?

Ingabe Uyayivumelanisa Imicabango Yakho NekaJehova?

Yini okumelwe siyenze ukuze sigweme ukubunjwa ukucabanga kwaleli zwe?

Umusa​—⁠Imfanelo Eboniswa Ngezwi Nangesenzo

Umusa ungesinye sezithelo zomoya ongcwele kaNkulunkulu. Singaba kanjani nale mfanelo enhle?

Imibuzo Evela Kubafundi

Babengobani aBenzi Bokuhle uJesu akhuluma ngabo ngobusuku bangaphambi kokufa kwakhe, futhi kungani banikwa leso siqu?

Yisiphi Isipho Esingasinika UJehova?

Ziyini “izinto zenani elikhulu” okukhulunywa ngazo encwadini yezAga 3:​9, futhi singazisebenzisa kanjani ekusekeleni ukukhulekela kweqiniso?