INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Novemba 2016

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-December 26, 2016 kuya ku-January 29, 2017.

Izwi Elaba Isikhuthazo!

Iyiphi indlela yokukhuluma eyasetshenziswa uJesu ebhekwa njengengaphezu kokuhlonipha?

“Qhubekani Nikhuthazana Usuku Ngalunye”

Kungani isikhuthazo sisemqoka?Yini esingayifunda endleleni uJehova, uJesu noPawulu abakhuthaza ngayo abanye? Ungabakhuthaza kanjani abanye ngokuphumelelayo?

Ukuhlelwa Ngokuvumelana NeNcwadi KaNkulunkulu

UJehova unguMhleli ongenakuqhathaniswa. Akufanele yini silindele ukuba abakhulekeli bakhe nabo bahleleke?

Ingabe Uyazisa Kakhulu INcwadi KaJehova?

Abantu bakaNkulunkulu bathola imiphumela emihle lapho belwela ukusebenzisa iseluleko esitholakala eZwini lakhe futhi besekela inhlangano yakhe ngobuqotho.

“Umsebenzi Mkhulu”

Unelungelo lokuwusekela.

Ukubizwa Ukuba Siphume Ebumnyameni

Abantu bakaNkulunkulu bathunjelwa eBhabhiloni ngamuphi umqondo kusukela ngekhulu lesibili C.E. kuqhubeke? Baqala nini futhi kanjani ukuthola ukukhanya?

Bagqashula Enkolweni Yamanga

Abantu bakaNkulunkulu bazikhulula nini ethonyeni leBhabhiloni?

“Bamemezeli BoMbuso EBrithani​—Phaphamani!!”

Akubanga nantuthuko ephawulekayo eminyakeni eyishumi kubamemezeli boMbuso abaningi eBrithani! Yini eyabangela ukuba kube noshintsho?