INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO Okthoba 2018
This issue contains the study articles for December 3-30, 2018.
1918—Eminyakeni Eyikhulu Edlule
IMpi Yezwe I yayisaqhubeka eYurophu, kodwa izinto ezenzeka ekuqaleni konyaka zazibonisa ukuthi kwakuzokwenzeka izinto ezinhle kubaFundi BeBhayibheli nasemhlabeni jikelele.
Ukukhuluma Iqiniso
Kungani abantu beqamba amanga, futhi iba yini imiphumela yalokho? Singakhuluma kanjani iqiniso komunye nomunye?
Ukufundisa Iqiniso
Phakathi nesikhathi esisele sokufakaza, kumelwe sigxile ekuqaliseni izifundo zeBhayibheli nokufundisa abantu iqiniso. Singalisebenzisa kanjani iBhokisi Lamathuluzi Okufundisa ukuze sifundise iqiniso enkonzweni?
INDABA YOKUPHILA
UJehova Wasibusisa Ngokucebile Isinqumo Sami
Njengosemusha, uCharles Molohan wandisa inkonzo yakhe ngokufaka isicelo sokukhonza eBethel. UJehova wambusisa ngokucebile phakathi nayo yonke inkonzo yakhe.
Methembe UMholi Wethu—UKristu
Njengoba inhlangano kaNkulunkulu iya phambili ngokushesha, yiziphi izizathu esinazo zokuthembela ekuholeni kukaKristu namuhla?
Yiba Nokuthula Kwangaphakathi Naphezu Kwezimo Ezishintshayo
Lapho kuba noshintsho esingalulindele ekuphileni kwethu, lolo shintsho lungasicindezela. ‘Ukuthula kukaNkulunkulu’ kungasisiza kanjani lapho izinto zishintsha?
Ingabe Bewazi?
UStefanu waba umKristu wokuqala owafela ukholo. Wakwazi kanjani ukuhlala ezolile ngesikhathi eshushiswa?