INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Okthoba 2019

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoDisemba 2-29, 2019.

1919—Eminyakeni Eyikhulu Edlule

Ngo-1919, uJehova wanikeza abantu bakhe amandla okuba bashumayele kakhulu kunanini ngaphambili. Kodwa kwakudingeka kwenzeke ushintsho esimweni abaFundi BeBhayibheli ababekuso.

Izahlulelo ZikaNkulunkulu—Ingabe Uhlale Ekhipha Izixwayiso Kusenesikhathi?

UJehova uNkulunkulu manje uxwayisa abantu bonke ‘ngesivunguvungu’ esikhulu kunanoma isiphi abake bezwa ngaso. Ukwenza kanjani lokhu?

Hlala Umatasa Engxenyeni Yokugcina ‘Yezinsuku Zokugcina’

Yiziphi izenzakalo eziyokwenzeka ekupheleni ‘kwezinsuku zokugcina’? Yini uJehova alindele ukuba siyenze njengoba silindele lezo zenzakalo?

Hlala Uthembekile Phakathi ‘Nosizi Olukhulu’

UJehova uyolindela ukuba senzeni phakathi ‘nosizi olukhulu’? Yini esingayenza ukuze sikulungele manje ukuhlala sithembekile?

Yini UJehova Azobangela Ukuba Ube Yiyo?

Ezikhathini zasendulo, uJehova wenza izinceku zakhe ukuba zithande futhi zenze. UJehova usisiza kanjani namuhla ukuba simkhonze?

Zinikele KuJehova Kuphela

Funda ngezinto ezimbili esingazihlola ngazo ukuthi sizinikele kuJehova kuphela yini.