INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Septhemba 2016

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngo-October 24 kuya ku-November 27, 2016.

“Kwangathi Izandla Zakho Zingeyethe”

UJehova uziqinisa futhi azikhuthaze kanjani izinceku zakhe? Ungakwenza kanjani okufanayo?

Qhubeka Ulwela Isibusiso SikaJehova

Abantu bakaNkulunkulu babhekana nezingqinamba eziningi njengoba beqhubeka befuna ukwamukelwa nguYe. Bangakwazi ukuphumelela!

Imibuzo Evela Kubafundi

Liyini “izwi likaNkulunkulu” amaHebheru 4:​12 athi ngalo “liyaphila, linamandla”?

Ukuvikela Izindaba Ezinhle Phambi Kwezikhulu Eziphakeme

Singafunda endleleni umphostoli uPawulu asebenzelana ngayo nezimiso zomthezo zangosuku lwakhe.

Ingabe Indlela Ogqoka Ngayo Ikhazimulisa UNkulunkulu?

Izimiso ezingokomBhalo zingakuqondisa.

Zuza Esiqondisweni SikaJehova Namuhla

OFakazi ePoland naseFiji benza izinqumo ezihlakaniphile.

Basha, Qinisani Ukholo Lwenu

Ingabe uzizwa ucindezelwa ukuba uphile ngokuvumelana nezinkolelo ezithandwayo, njengokuziphendukela kwemvelo? Uma kunjalo, lolu lwazi luzokusiza.

Bazali, Sizani Izingane Zenu Zakhe Ukholo

Ingabe ngezinye izikhathi uzizwa ungakufanelekeli ukufundisa izingane zakho? Izinyathelo ezine zingakusiza uphumelele.