INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO Septhemba 2017
Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngo-Okthoba 23 kuya ku-Novemba 26, 2017.
Hlukulela-Ukuzithiba
Izibonelo eziseBhayibhelini zingasisiza kanjani ukuba sibe nalobu buntu? Kungani amaKristu kufanele afune ukuhlakulela ukuzithiba?
Lingisa Umusa KaJehova
Ngesinye isikhathi, uJehova wazibonakalisa kuMose wamtshela igama laKhe nezimfanelo zakhe. Enye yezimfanelo ayiveza umusa. Iyini le mfanelo futhi kungani kufanele ufune ukufunda ngayo?
INDABA YOKUPHILA
Ngabusiswa Ngokusebenza Namadoda Athanda UNkulunkulu
UDavid Sinclair ukhumbula ilungelo lokusebenza nabafowathu nodadewethu abathembekile phakathi neminyaka engu-61 ayichithe eBethel yaseBrooklyn.
IZwi LikaNkulunkulu Wethu Liyokuma Phakade
Namanje iBhayibheli liyincwadi ethengwa kakhulu kunazo zonke izincwadi nakuba yalotshwa emakhulwini amaningi eminyaka edlule, naphezu kokushintsha kolimi, ezombusazwe nokuphikiswa kokuhunyushwa kwalo.
“Izwi LikaNkulunkulu . . . Linamandla”
Abaningi baye benza izinguquko ngenxa yokutadisha iZwi likaNkulunkulu. Yini okudingeka siyenze ukuze iZwi likaNkulunkulu lisebenze kithi?
“Yiba Nesibindi . . . Futhi Uthathe Isinyathelo”
Kungani sidinga isibindi, singasithola kanjani?