INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Septhemba 2024

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoNovemba 11–​Disemba 8, 2024.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 36

“Yibani Abenzi Bezwi”

Sizofundwa ngeviki likaNovemba 11-17, 2024.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 37

Incwadi Engasisiza Sikhuthazele Ngokwethembeka Kuze Kube Sekupheleni

Sizofundwa ngeviki likaNovemba 18-24, 2024.

INDABA YOKUPHILA

Ukuphila Okumnandi Nokwanelisayo Enkonzweni KaJehova

U-André Ramseyer usejabulele ukuba senkonzweni yesikhathi esigcwele iminyaka engu-70 futhi wenze izabelo eziningi enkonzweni kaJehova. Yiziphi izinselele abhekana nazo, futhi yini ayenzile ukuze akwazi ukubeka uJehova kuqala ekuphileni kwakhe?

Imibuzo Evela Kubafundi

Ngesikhathi uJesu emisa iSidlo SeNkosi Sakusihlwa, babekuphi abafundi abangu-70 ngaphambilini ayebathume ukuba bayoshumayela? Ingabe base bemshiyile?

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 38

Uyazilalela Yini Izixwayiso?

Sizofundwa ngeviki likaNovemba 25–​Disemba 1, 2024.

ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 39

Thola Injabulo Eyengeziwe Etholakala Ngokupha

Sizofundwa ngeviki likaDisemba 2-8, 2024.

Zama Ukufunda Izinto Ezintsha Lapho Utadisha

Singakuqonda kanjani ngokucace kakhudlwana lokho uJehova azama ukusifundisa kona ngesifundo somuntu siqu?