Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Isethulo

Isethulo

Unquma kanjani ukuthi yini elungile nengalungile? Abanye basizwa unembeza wabo nendlela abakhuliswe ngayo. Abanye benza izinqumo ngokwalokho abanye abantu abakucabangayo. Ingabe nawe unjalo noma uhlukile? Yini eyokusiza wenze izinqumo eziyokwenza wena nomndeni wakho nibe nekusasa elijabulisayo?