Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ingabe Ukuphela Kwezwe Kuseduze?

Ingabe Ukuphela Kwezwe Kuseduze?

Naphezu kwezibikezelo eziningi ezenziwa abantu zokuthi umhlaba uzobhubha, awukakabhubhi kuze kube manje. Ingabe ukuphela kwezwe kumane kuyinganekwane noma kuzokwenzeka ngempela?

LITHINI IBHAYIBHELI?

  • Lizophela kanjani izwe?

  • Lizophela nini?

  • Ingabe ungasinda?

  • Uzoba njani umhlaba ngemva kwesiphelo?

Njengoba kuchaziwe kulo magazini, izimpendulo zeBhayibheli zale mibuzo zizokumangaza futhi zikududuze.

OFakazi BakaJehova bazokujabulela ukukusiza ukuba ufunde kabanzi ngenjongo kaNkulunkulu.