PHAPHAMA! No. 3 2016 | Ukunqoba Inselele Yokungafani Kwezilimi
OFakazi BakaJehova benza umsebenzi omkhulu wokuhumusha.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ukunqoba Inselele Yakudala
Kungani oFakazi BakaJehova behumushela izincwadi zabo ezilimini eziningi kangaka?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ukunqoba Inselele Yokungafani Kwezilimi—Indlela Okwenziwa Ngayo
Umhumushi uchaza indlela umsebenzi awenzayo ohlelwe ngayo.
USIZO LOMNDENI
Indlela Yokuxoxisana Ngezinkinga
Amadoda nabesifazane banezindlela ezingafani zokukhuluma. Ukuqonda lowo mehluko kungazinciphisa kakhulu izinkathazo.
UMBONO WEBHAYIBHELI
Ukholo
IBhayibheli lithi “ngaphandle kokholo akwenzeki ukumjabulisa” uNkulunkulu. (Hebheru 11:6) Luyini ukholo futhi lubaluleke ngani? Ungaba kanjani nalo?
Uyini Umehluko Phakathi Kokuguliswa Ukudla Nokungezwani Nokudla?
Zikhona yini izingozi zokuzitholela wena ukuthi unani?
INGABE KWAKLANYWA?
Intamo Yentuthwane
Lesi sinambuzane sikwazi kanjani ukuthwala umthwalo osinda kakhulu kunaso?