Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Wake Wazibuza Le Mibuzo?

Wake Wazibuza Le Mibuzo?
  •   Uma uNkulunkulu esithanda, kungani evumele ukuba ububi nokuhlupheka kuqhubeke isikhathi eside kangaka?

  • Yini esenza siqiniseke ngokuthi siphila ezinsukwini zokugcina?

  • Sazi kanjani ukuthi izinto iBhayibheli elisithembisa ukuthi uMbuso kaNkulunkulu uzozenza zizokwenzeka ngempela?

  • IBhayibheli lingakwazi yini ukusisiza senze izinqumo ezihlakaniphile manje?

Ngenxa yokuthi uMdali wethu uyasithanda, usinikezile izimpendulo zale mibuzo kanye neminye. Ukuze uthole izimpendulo, ngena kuyiwebusayithi yethu ethi www.pr418.com/zu, eyenzelwe ukusiza abantu bakwazi ukufunda iBhayibheli.

Kule webusayithi uzothola izihloko ezihlukahlukene, izinto ezilalelwayo, amavidiyo, izingxoxo nabathile, izincwadi ezihlukahlukene kanye neBhayibheli. Konke ungakuthola mahhala, futhi akukubophi ukuba uxhumane nathi.