PHAPHAMA! No. 1 2021 | Ukuhlakanipha Okungakwenza Ujabule Ekuphileni
Sonke siyafuna ukujabula nokwaneliseka ekuphileni. Thola ukuthi singakuthola kanjani ukuhlakanipha esikudingayo ukuze sijabule.
Ukuhlakanipha Okukwenza Ujabule Ekuphileni
UNkulunkulu uMninimandla onke usinikeza ukuhlakanipha okusisiza sijabule ekuphileni manje nangesikhathi esizayo.
Ukuhlakanipha Okwenza Umndeni Ujabule
Yini abayeni, amakhosikazi, abazali nezingane abangakwenza ukuze benze umndeni wabo ujabule?
Iziqondiso Ezikusiza Uhlale Uzwana Nabanye
Yini engasisiza sihlale sizwana nabanye?
Indlela Ongathola Ngayo Injabulo Nokwaneliseka
Yiziphi izinto ezingasenza sijabule futhi saneliseke?
Kungani Sihlupheka, Siguga Futhi Sifa?
Funda ngezinto ezine okuyizona ezibangela ukuhlupheka, ukuguga nokufa.
Izimfundiso Ezisenza Sibe Nethemba
Thola amazwibela ezinye zezithembiso zikaNkulunkulu ezijabulisayo ezisenza sibe nethemba lesikhathi esizayo.
Ulwazi Olusisondeza KuNkulunkulu
Yini eyembulwa yiBhayibheli ngoNkulunkulu engakwenza ufune ukumazi futhi usondele kuye?
Ungakuthola Ukuhlakanipha
Ungakuthola ukuhlakanipha kukaNkulunkulu futhi uyakumema ukuba uzuze kukho. Ingabe uzosamukela isimemo?
Ungathanda Yini Ukufunda Okwengeziwe?
Uma kunjalo, kunamavidiyo, izingxoxo, amavidiyo opopayi nezihloko ezizokusiza wenze izinqumo ezinhle futhi ujabule ekuphileni.