Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

PHAPHAMA! No. 1 2024 | Seyashonaphi Inhlonipho?

Sekuyindlala ukubona abantu behlonipha abanye, uma othile ebonisa inhlonipho abantu bayamangala.

Ngokwesibonelo, abantu abaningi ababahloniphi abazali, abantu asebekhulile, amaphoyisa, abaqashi nothisha. Ngaphezu kwalokho, abantu bayadelelana ezinkundleni zokuxhumana! Isihloko sikamagazini i-Harvard Business Review sithi, “ukungabi nanhlonipho sekudlondlobele impela.” Siphinde sithi “abantu bayavuma ukuthi inhlonipho kade yaphela futhi le nto ayiqali manje.”

 

Kungani Abantu Bengasahloniphani?

Funda ukuthi kungani kubalulekile ukuhlonipha abanye nokuthi ungayibonisa kanjani inhlonipho.

Kungani Abantu Bengasakuhloniphi Ukuphila?

Lalela lesi seluleko seBhayibheli sendlela ongabonisa ngayo ukuthi uyakuhlonipha ukuphila kwakho nokwabanye.

Kungani Imindeni Ingasahloniphani?

Wonke amalungu omndeni angajabula uma ehloniphana.

Kungani Abantu Abaningi Bengasazihloniphi?

IBhayibheli lingasiza abantu babe nesithunzi kubantu, bathuthukise ukuphila kwabo bese beyazihlonipha.

Seyashonaphi Inhlonipho?

Funda izihloko ezimayelana nenhlonipho nangokuthi yini oFakazi BakaJehova abayenzayo ngokuphathelene nenhlonipho emhlabeni wonke.