Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Isethulo

Isethulo

Izinto Eziyisithupha Okufanele Zifundiswe Izingane

Ufisa ingane yakho yaziwe njengomuntu onjani lapho isikhulile? Njengomuntu:

  • Okwazi ukuzibamba

  • Othobekile

  • Ophikelelayo

  • Ozimele

  • Ovuthiwe

  • Othembekile

Izingane zidinga ukuqeqeshwa ukuze zibe nobuntu obubaliwe. Zidinga usizo lwakho.

Lo magazini uzoxoxa ngezinto eziyisithupha ezibalulekile ongazifundisa izingane zakho ukuze zibe abantu abadala abakahle.