Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Incwadi Ewusizo Kakhulu Emlandweni

Incwadi Ewusizo Kakhulu Emlandweni

IBhayibheli liye lahunyushwa futhi lasakazwa kabanzi emhlabeni wonke. Ngakho ukuhlakanipha kwalo kuye kwafinyelela futhi kwasiza abantu abaningi ukwedlula noma iyiphi enye incwadi. Ake sicabangele lezi zibalo:

UKUHUNYUSHWA NOKUSAKAZWA KWEBHAYIBHELI

  • u-96.5% wabantu emhlabeni uyakwazi ukuthola iBhayibheli

  • Litholakala ngezilimi ezingu-3 350 (LIPHELELE NOMA LIYINGXENYE)

  • Cishe angu-5 000 000 000 amakhophi eBhayibheli akhiqiziwe, ukwedlula noma iyiphi enye incwadi emlandweni

FUNDA OKWENGEZIWE

NGENA KUYIWEBUSAYITHI YETHU ETHI JW.ORG/ZU. LAPHO UNGA:

  • Funda iBhayibheli kuyi-inthanethi (litholakala ngamakhulu ezilimi)

  • Dawuniloda ikhophi yeBhayibheli

  • Thola izimpendulo zemibuzo yeBhayibheli

  • Funda ukuthi iBhayibheli liye lakuthuthukisa kanjani ukuphila kwabantu abaningi

  • Tadisha iBhayibheli kuyi-inthanethi *

  • Cela isifundo seBhayibheli

OFAKAZI BAKAJEHOVA NEBHAYIBHELI

OFAKAZI BAKAJEHOVA BANENGXENYE EKUHUMUSHENI NASEKUSAKAZENI IBHAYIBHELI.

Lezi, ezinye izinguqulo esiye sazisakaza eminyakeni edlule:

  • I-American Standard Version yango-1901

  • I-Bible in Living English kaByington

  • I-Emphatic Diaglott

  • I-King James Version

  • I-Revised Standard Version

  • I-New Testament kaTischendorf

I-NGUQULO YEZWE ELISHA

  • zingu-180+ izilimi elitholakala ngazo (LIPHELELE NOMA LIYINGXENYE)

  • AYIZIGIDI EZINGU-227 AMAKHOPHI E-NGUQULO YEZWE ELISHA AKHIQIZIWE KUSUKELA NGO-1950

^ par. 13 Okwamanje ungalithola ngesiNgisi nangesiPutukezi. Kusazokwenezelwa nezinye izilimi