Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Uhlu Lokuphakathi

Uhlu Lokuphakathi

Uhlu Lokuphakathi

February 15, 2008

Umagazini Ofundwayo

IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:

March 17-23, 2008

Gcina UJehova Ephambi Kwakho Njalo

IKHASI 3

IZINGOMA: 37, 26

March 24-30, 2008

Hamba Ngezindlela ZikaJehova

IKHASI 7

IZINGOMA: 138, 57

March 31, 2008–April 6, 2008

UJesu Kristu−ISithunywa Sevangeli Esikhulu Kunazo Zonke

IKHASI 12

IZINGOMA: 172, 72

April 7-13, 2008

Lingisa ISithunywa Sevangeli Esikhulu Kunazo Zonke

IKHASI 16

IZINGOMA: 211, 209

April 14-20, 2008

Ukuba Khona KukaKristu−Kusho Ukuthini Kuwe?

IKHASI 21

IZINGOMA: 168, 21

Injongo Yezihloko Ezifundwayo

Izihloko Ezifundwayo 1, 2 AMAKHASI 3-11

Ukuzindla ngezindaba eziseBhayibhelini kuqinisa ukholo lwethu. Uma sigcina uJehova ephambi kwethu, uyoyiphendula imithandazo yethu. Kodwa kumelwe simlalele futhi sithembele kuye njalo. Ukuhamba ngezindlela zakhe kuyosenza sithembeke, sithobeke, sibe nesibindi futhi sikhathalele abanye.

Izihloko Ezifundwayo 3, 4 AMAKHASI 12-20

UJesu Kristu wayeyiSithunywa Sevangeli esikhulu kunazo zonke. Funda ngendlela aqeqeshwa ngayo, afundisa ngayo nalokho okwenza abantu bamthanda. Thola ukuthi singamlingisa futhi sibafundise kanjani ngendlela ethinta inhliziyo labo esibashumayeza izindaba ezinhle.

Isihloko Esifundwayo 5 AMAKHASI 21-25

Funda ngesizathu sokuba kuthiwe ukuba khona kukaKristu kuthatha isikhathi eside. Hlola ubufakazi obungokomBhalo obubonisa ukuthi obani abakha “lesi sizukulwane” uJesu akhuluma ngaso. (Math. 24:34) Bona nokuthi kungani kungenakwenzeka ukubala ubude besikhathi ‘salesi sizukulwane.’

EZINYE EZIKULO MAGAZINI:

Funda Emaphutheni Ama-Israyeli

IKHASI 26

IZwi LikaJehova Liyaphila​—⁠Amaphuzu Avelele Encwadi KaMarku

IKHASI 28

Abathweswa Iziqu ZaseGileyadi Banxuswa Ukuba “Baqale Ukumba”

IKHASI 31