INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Okthoba 2012

Lo magazini ukhuluma ngendlela yokubhekana nezinselele, izimo zengqondo kanye nezenzo amaKristu okufanele azigweme, kuhlanganise nalokho esingakwenza ukuze sizuze ezithembisweni zikaNkulunkulu.

Bazinikela Ngokuzithandela—EBrazil

Funda okuhlangenwe nakho okukhuthazayo kwabantu abaye bathuthela kwenye indawo ukuze bakhonze uNkulunkulu ngokugcwele.

Ukubhekana Nezinkathazo Zanamuhla Ngesibindi

Singasibonisa kanjani isibindi futhi sigxile ezintweni ezakhayo kungakhathaliseki ukuthi kwenzekani kithi?

Hlobo Luni Lomoya Owubonisayo?

Singabuthuthukisa kanjani ubuhlobo obunokuthula nabanye? Funda ezibonelweni ezinhle nezimbi ezilotshwe eBhayibhelini.

INDABA YOKUPHILA

Sekuyiminyaka Engu-60 Singabangane Futhi Lesi Isiqalo Nje

Funda indaba yezikhonzi zesikhathi esigcwele ezine ezakha ubungane beqiniso.

Lalela UNkulunkulu Futhi Uzuze Ezithembisweni Zakhe Azifungela

Yini esingayifunda ezithembisweni zikaNkulunkulu, ezifungweni nasezivumelwaneni?

U-Yebo Wenu Makasho UYebo

Yini ehilelekile ekubeni oneqiniso? Singasigcina kanjani isithembiso sethu esibaluleke kakhulu esisenze kuNkulunkulu?

Isikhuthazo Esivela “Emlonyeni Wezingane”

Funda ngendlela izingane zaseRussia ezakhuthazwa ngayo abangane bazo abangamaKristu.